sjava - ubuhle bendalo كلمات الأغنية
[pre_chorus: vuyo manyike]
impilo yasedolobheni inok’vala inqondo
ngiyajabula ukuba sekhaya ngibuke ubuhle bendalo
imfula namagquma konke kunomlando
kuleth’ ukuthula kuthoba inhliziyo
[chorus: sjava]
ngikhohlwa ukuhlupheka
nenkinga zomhlaba
ngikhohlwa ukuhlupheka
nazo zonke inkinga zomhlaba
ngikhumbula sisakhula
njengamathole, s’tshakadula
[verse 1: vuyo manyike]
nabazali bethu thina babesekhona
singakazi ukuthi impil’ iyoke is’beke laskhona
impilo ayikholula emazweni lasizama khona
uthando nenjabulo kulapho esazalwa khona
[verse 2: sjava]
asambeni siy’emakhaya
siyokhothwa idlozi s’phinde sibuye sozama
asambeni siy’emakhaya
siyokhothwa idlozi s’phinde sibuye sozama
[pre_chorus: vuyo manyike]
impilo yasedolobheni inok’vala inqondo
ngiyajabula ukuba sekhaya ngibuke ubuhle bendalo
imfula namagquma konke kunomlando
kuleth’ ukuthula kuthoba inhliziyo
[chorus: sjava]
ngikhohlwa ukuhlupheka
nenkinga zomhlaba
ngikhohlwa ukuhlupheka
nazo zonke inkinga zomhlaba
كلمات أغنية عشوائية
- jodie marie - on the road كلمات الأغنية
- ali p - crazy كلمات الأغنية
- weelz - cá d'casa كلمات الأغنية
- the lovely eggs - america كلمات الأغنية
- mötley crüe - kickstart my heart (demo) كلمات الأغنية
- kimotion - once we can fly كلمات الأغنية
- ymisonice - sorrow كلمات الأغنية
- ayria - crash and burn كلمات الأغنية
- ineffa crew - perfect (완벽해) كلمات الأغنية
- lovedrug - notions كلمات الأغنية