
sjava - ngiyabonga كلمات أغنية
[intro]
ngiyabonga (thank you)
ngyabonga
ngibonge nabangasekho ekhaya obhungane
eshe
[chorus]
nkosi ngyabonga ukuthi ukwazile ukingipha amandla
ngikwazi ukuvus’ umuzi kababa
kunini ngilokhu ngizabalaza
nkosi ngyabonga ukuthi ukwazile ukingipha amandla
ngikwazi ukuvus’ umuzi kababa
kunini ngilokhu ngizabalaza
[post-chorus]
manje nami senginekhaya
ujabulile umama
uthi ukuzala ukuzelula
bash-sh- bahleka
manje nami senginekhaya
ujabulile umama
uthi ukuzala ukuzelula
bash-sh- bahleka
[verse 1]
yazi ngike ngihlale phansi ngiybuze
(iybusiso eyngaka ngabe kwenzenjani na?)
ngabe konke lokhu ukupha omunye
(ngoba mina nginjani yini ukhethe mina bo?)
nkosi yathi mtanami ung-yibuzi imibuzo
ngoba impendulo ithi kulobunzima ophuma kubo
yakhumbula kunzima umamakho bemhleka
iymvula ezingapheli emgwaqeni zimnetha
uzama uhluleka kodwa ulokhu ukhuleka
thatha iybusiso ngoba awulahlanga ithemba
[chorus]
nkosi ngyabonga ukuthi ukwazile ukingipha amandla
ngikwazi ukuvus’ umuzi kababa
kunini ngilokhu ngizabalaza
nkosi ngyabonga ukuthi ukwazile ukingipha amandla
ngikwazi ukuvus’ umuzi kababa
kunini ngilokhu ngizabalaza
[post-chorus]
manje nami senginekhaya
ujabulile umama
uthi ukuzala ukuzelula
bash-sh- bahleka
manje nami senginekhaya
ujabulile umama
uthi ukuzala ukuzelula
bash-sh- bahleka
[verse 2]
ngoba ngicula lengoma
ngithanda ukuyicula ngedwa
nawe bekezela owakho umndeni uzowakhela
uhlengiwe mhlaba wath’ uyalalela
futhi wayengaqambi amamanga
buka manje unkululu uyangibh’lesa
we mama mina ngiyakuthanda mama wami
ubaba kuthiw’ uyidlozi elihle empilweni yami
[chorus]
nkosi ngyabonga ukuthi ukwazile ukingipha amandla
ngikwazi ukuvus’ umuzi kababa
kunini ngilokhu ngizabalaza
nkosi ngyabonga ukuthi ukwazile ukingipha amandla
ngikwazi ukuvus’ umuzi kababa
kunini ngilokhu ngizabalaza
[post-chorus]
manje nami senginekhaya
ujabulile umama
uthi ukuzala ukuzelula
bash-sh- bahleka
manje nami senginekhaya
ujabulile umama
uthi ukuzala ukuzelula
bash-sh- bahleka
كلمات أغنية عشوائية
- dj patife - made in bahia كلمات أغنية
- larnelle - great is thy fainthfulness كلمات أغنية
- christxphvr - c t x v كلمات أغنية
- the sign - wherever you will go كلمات أغنية
- 6host - somewhere you're not كلمات أغنية
- chucky73 & fetti031 - colombiana كلمات أغنية
- umtrillest - out of time (throwaway :) كلمات أغنية
- king tris - dancing with the clown كلمات أغنية
- yung beef & fly migo bankroll - all of my bitches satanic كلمات أغنية
- даша и серёжа (dasha & seryozha) - ни о чём (about nothing) كلمات أغنية