sjava - mama كلمات الأغنية
ngikhumbul’ uma
aksavumi (ngikhumbul’ uma)
angsakhoni
ngikhumbul’ ma
aksavumi
ngikhumbul’ uma
[hook]
sebeth’ indod’ endala kangaka ikhalel’ uma wayo hhawu bafethu ngeke ni understand
ndoda endala kangaka ikhalel’ uma wayo
hhawu bafethu ngeke ni understand
[verse 1]
yojabula mang’fika
athi ushembe uyaphila
kule ngozi zomgwaqo mntanami ngyajabula ufike usaphila
beki’ khwama lemsamu
landi mpepho kagogo erondweni
ngiphahle ngikhulume nabadala ngibatshele usemagcekeni
mvul’ iyana emkhaya , sesiphelile amakhaza
mawubuy’ egoli ngicela ungiphathele iheater ngoba ngempela uzong’ ngcwaba
yaz uma , avunamahlaya
ngeke ushone ngisak’thanda
kuyoba isibusiso kimi ukuthi ubekhona ma’wami mangishada
ngoba uyokwazi ukungibonisa mase zingibuyela emshadweni
ngoba uyokwazi ukungiduduza mase zingibuyela emshadweni
angsakhoni x3
ngikhumbul’ ma
[hook]
[verse 2]
into engiyithanda ngekhaya , ukuthi ekhaya akungwenwa ngemali (ngemali , yeah yeah)
noma ngingasebeni umama ungithanda ngingenani (ungithanda ngingenalutho)
noma umhlaba ungang’ shaya uzong’ thulisa athi mntanami ungakhali (ungakhali)
ubukeka ukhathale awuthi ngilande ukudla baba hlala phansi (hlala phansi)
angsakhoni x3
ngikhumbul’ ma
[hook]
كلمات أغنية عشوائية
- young dro - sweat كلمات الأغنية
- amorphis - you i need كلمات الأغنية
- future idiots - hangout with grannies كلمات الأغنية
- motograter - open my heart كلمات الأغنية
- black breath - doomed كلمات الأغنية
- delerium - keyless door كلمات الأغنية
- exodus - democide كلمات الأغنية
- wendy rule - the serpent of silver كلمات الأغنية
- qntal - entre moi et mon amin كلمات الأغنية
- wasteland massacre - hater كلمات الأغنية