
sjava - liyay'khohlisa كلمات أغنية
ush’ ukuthini ukuthi ngeke ngithole ofana nawe?
vele thats the whole point
uyazi uyazikhohlisa uma ungitshela ukuthi
angeke ngiphinde ngithole ofana nawe
uyazi uyazikhohlisa uma uyitshela ukuthi
angeke ngiphinde ngithole ofana nawe
wen’ ukhohlwa yinto eyodwa
lokh’ owakubona kimi kwakuchaza
awukthathanga, basakubona nabanye
ukhohlwa yinto eyodwa
lokh’ owakubona kimi kwakuchaza
ngith’ awukthathanga, basakubona nabanye
uyazi ukhaliswa yini?
ukhaliswa ukuthi loluthando ebengikunika lona
seluzoya komunye
ngiyazi ukhaliswa yini
ukhaliswa ukuthi umangithi i love you
bazothi i love you too, it wont be you
yaz’ ukhaliswa yini wena?
ukhaliswa ukuthi lempatho ebengikunika yona
seyizoya komunye
ngith uyabona okukukhalisa kakhulu
ukuthi uma ungibona ngijabulile
ngizobe ngingajabulisw_nga nguwe
ngith okukukhalisa kakhulu kunakho konke
ukuthi inkonzo yasebusuku isizofaka omunye umfundisi
uzenzile akakhalelwa, kukhalelwa uzumekile
uzenzile!
uyazi uyazikhohlisa uma ungitshela ukuthi
angeke ngiphinde ngithole ofana nawe
uyazi uyazikhohlisa uma uyitshela ukuthi
angeke ngiphinde ngithole ofana nawe. no
wen’ ukhohlwa yinto eyodwa
lokh’ owakubona kimi kwakuchaza
awukthathanga, basakubona nabanye
ukhohlwa yinto eyodwa
lokh’ owakubona kimi, kwakuchaza
ngith’ awukthathanga, basakubona nabanye
mina ngiyayibong’ inkosi
ngokungithul’ imthwalo isus’ idimoni empilweni yami
ngiphinde futhi ngibong’ idlozi
ngokungivul’ amehlo lisus’ ischitho empilweni yami
uyazi bengingazi ukuthi uthando yinto emnandi kanjena!
les’ islima besing’ fihlele ol’khulu
bengazi ukuthi mina umuntu ukhala ngoba edumele
benging_yazi itears of joy. manje sengiyazi
ukuthi ukujabula kuyashintshana, buka manje kuhlek’ ubani
ngakutshela ngathi okwenzekala ebumnyameni
k’sasa kuyovela obala
uyazi uyazikhohlisa uma ungitshela ukuthi
angeke ngiphinde ngithole ofana nawe
uyazi uyazikhohlisa uma uyitshela ukuthi
angeke ngiphinde ngithole ofana nawe. no
wen’ ukhohlwa yinto eyodwa
lokh’ owakubona kimi, kwakuchaza
awukthathanga, basakubona nabanye
ukhohlwa yinto eyodwa
lokh’ owakubona kimi, kwakuchaza
ngith’ awukthathanga, basakubona nabanye
كلمات أغنية عشوائية
- freddie hart - come and get her كلمات أغنية
- freddie hart - coldest bed كلمات أغنية
- freddie hart - conscience makes cowards (of us all) كلمات أغنية
- freddie hart - drink up and go home كلمات أغنية
- freddie hart - easy lovin' كلمات أغنية
- freddie hart - easy loving كلمات أغنية
- freddie hart - everytime he touches you كلمات أغنية
- freddie hart - farther than my eyes can see كلمات أغنية
- freddie hart - excuse me for living كلمات أغنية
- freddie hart - fraulein كلمات أغنية