sjava - kulomhlaba كلمات الأغنية
[chorus]
kulo mhlaba esiphila kuwo
izinto zimane ukwenzeka
amanye amadoda ayaphumelela
amanye amadoda awaphumeleli
kulo mhlaba esiphila kuwo
izinto zimane ukwenzeka
amanye amadoda ayaphumelela
amanye amadoda awaphumeleli
[post chorus]
thula, thula baba
amandla endoda awapheli
thula, thula baba
amandla endoda awapheli
{verse 1}
ngiphakamisela amehlo ami
entabeni
usizo lwami
usizo lwami
luvelaphi na
luvela kuwe
eloyi, eloyi
nkulunkulu wami
ungishiyeleni na
sengiqala ukubona engathi
le mpilo engiphilayo
akuyona eyami
mhlawumbe khona enye
ong’bekele yona engcono
[chorus]
kulo mhlaba esiphila kuwo
izinto zimane ukwenzeka
amanye amadoda ayaphumelela
amanye amadoda awaphumeleli
kulo mhlaba esiphila kuwo
izinto zimane ukwenzeka
amanye amadoda ayaphumelela
amanye amadoda awaphumeleli
[post chorus]
thula, thula baba
amandla endoda awapheli
thula, thula baba
amandla endoda awapheli
[verse 2]
senethembe usazobuya kimi
senethembe usazobuya kimi
usabusisa abanye
ngeke anginike umthwalo ongaphezu kwamandla ami
senethembe usazobuya kimi
senethembe usazobuya kimi
usabusisa abanye
ngeke angnike umthwalo ongaphez kwamandl ami
eloyi
eloyi
eloyi
make ngahamba emhlabeni
njengoba nging-n-lutho nje
ngiyshiyelani iyngane zami
ziyodlani wo
[chorus]
kulo mhlaba esiphila kuwo
izinto zimane ukwenzeka
amanye amadoda ayaphumelela
amanye amadoda awaphumeleli
kulo mhlaba esiphila kuwo
izinto zimane ukwenzeka
كلمات أغنية عشوائية
- smile empty soul - alone with nothing كلمات الأغنية
- joe budden - anti كلمات الأغنية
- britt nicole - feel the light كلمات الأغنية
- slaughterhouse - lyrical murderers كلمات الأغنية
- third eye blind - bonfire كلمات الأغنية
- matisyahu - we will walk كلمات الأغنية
- mutemath - pins and needles كلمات الأغنية
- jet - seventeen كلمات الأغنية
- jessie james - big mouth كلمات الأغنية
- imogen heap - 2-1 كلمات الأغنية