sjava - izitha كلمات الأغنية
[intro]
we thonga lami (we thonga lami we)
we thonga lami (thonga lami we)
ungakhel’ izitha
eshe!!!
[chorus]
‘nkomo zami zedlozi zangakhela izitha we
ayeye mndawo ayeye mndawo we
ayeye mndawo
‘nkomo zami zedlozi zangakhela izitha we
ayeye mndawo ayeye mndawo we
ayeye mndawo
[verse 1: sjava]
we gobela wami! gobela khuluma
wawung’thwasisela ukungbulalisa yini?
phela sengiyazondla
we gobela wami! gobela khuluma
wawung’thwasisela ukungbulalisa yini
phela sengiyazondla
selokhu ngakhetha ukuhamba nawe dlozi
uvalo angisalwazi lithi ngizenza ngcono
selokhu ngakhetha ukuhamba nawe dlozi
ngithi inhlupheko ayisangazi nay’ ithi ngizenza ngcono
ngoba ngikhethe wena
[chorus]
‘nkomo zami zedlozi zangakhela izitha we
ayeye mndawo ayeye mndaw’ ewo
ayeye mndawo
‘nkomo zami zedlozi zangakhela izitha we
ayeye mdawo ayeye mndaw’ ewo
ayeye mndawo
[verse 2: buhlebendalo]
ngikuvumile ukufa we
ngathath’iskhwama we
kodwa n-z- izitha zingihaqile we mama
dlozi lekelela bo
vulindlela mavulandlela
ngicel’ ukukhanyiselw’ indlela
nali ilanga lishona emini
amathemba wami akini we mama
khanyisa njalo dlozi, ngisho kini balozi
ngivulel’ indlela we
kanyisel’ indlela we
ngisho nani manguni oshungu-shungu zomova
hlehlisani ub-mnyama
ngizicelela ukukhanya we mama
[chorus]
‘nkomo zami zedlozi zangakhela izitha we
ayeye mndawo ayeye mndaw’ ewo
ayeye mndawo
‘nkomo zami zedlozi zangakhela izitha we
ayeye mdawo ayeye mndaw’ ewo
ayeye mndawo
[outro: buhlebendalo]
we pepe we pepe pepe
we pepe we pepe pepe
we pepe we pepe pepe
we pepe we pepe pepe
we pepe we pepe pepe
كلمات أغنية عشوائية
- dicqbeats - birds aren't real كلمات الأغنية
- franktheshow - i love you forever كلمات الأغنية
- autostrad - khalas كلمات الأغنية
- joão paulo a. caetano - grandioso كلمات الأغنية
- chance telfor - mood كلمات الأغنية
- kid flashr - take over كلمات الأغنية
- safenath - stop كلمات الأغنية
- paul alan - find our way كلمات الأغنية
- ventino - el tamborilero كلمات الأغنية
- bigbang (gd&top) - zutter كلمات الأغنية