
sjava - isibhamu lyrics
[intro]
eshe,eshe!
eh, eh, eh
[pre-chorus]
we mfowethu mina nginomama ekhaya
mina nginomndeni wami ok-mele ngiwusebenzele
leynto zami ozifuna ngenkani kimi
nazo ezami mina ngiysebenzele
njengoba uphethe isbham’ (wo mfowethu)
ngith ungalinge udubule
kungcono uthathe imoto, uthath’ ifoni
mina ungixolele
[chorus]
ngeke ngeke ngeke ngeke ngeke
ngeke ngifele iynto zasemhlabeni
ngeke ngeke mfowethu ngiyeke ngyolal’ ekhaya
ngeke ngilale emathuneni
ngeke ngeke ngeke ngeke ngeke
ngeke ngifele iynto zasemhlabeni
ngeke ngeke mfowethu ngiyeke ngyolal’ ekhaya
ngeke ngilale emathuneni
[verse 1]
yamemez’ insimbi idum’ emadlebeni
yiyo le eqhoshis’ umfana, yiyo le ebang’ usathane
(banosathane abafana)
kodwa mali (waba njani)
uyimpande yesono (waba njani)
kwaqhamuka abafana (bepheth’ amavolovolo)
ngeswel’ umgodi wokucasha (bahlome bayizingovolo)
bayalishay’ ikhanda (cabang’ iyngan’ zam’ wemfowethu)
bak’tshel uzongcwatshwa
[pre-chorus]
we mfowethu mina nginomama ekhaya
mina nginomndeni wami ok-mele ngiwusebenzele
leynto zami ozifuna ngenkani kimi
nazo ezami mina ngiysebenzele
njengoba uphethe isbham’ (wo mfowethu)
ngith ungalinge udubule
kungcono uthathe imoto, uthath’ ifoni
mina ungixolele
[chorus]
ngeke ngeke ngeke ngeke ngeke
ngeke ngifele iynto zasemhlabeni
ngeke ngeke mfowethu ngiyeke ngyolal’ ekhaya
ngeke ngilale emathuneni
ngeke ngeke ngeke ngeke ngeke
ngeke ngifele iynto zasemhlabeni
ngeke ngeke mfowethu ngiyeke ngyolal’ ekhaya
ngeke ngilale emathuneni
[verse 2]
elok’shini (ngith’ emambisa)
ethembisa (ngith’ emambisa)
babulal’ umfowethu leyondaba isangikhalisa (maye mama)
ngith’ yahamba insizwa isasencane
yashiya umakoti esesemncane (ngenxa yemoto?)
we mbulali (we mbulali)
ongenanembeza (ongenanembeza)
wabulal’ umfowethu (bulal’ umfowethu)
wazuzani? (ngenxa yemoto nje)
qina ntombi yami madlokovu
impilo ayikho fair, nokufa yigovu
[pre-chorus]
we mfowethu mina nginomama ekhaya
mina nginomndeni wami ok-mele ngiwusebenzele
leynto zami ozifuna ngenkani kimi
nazo ezami mina ngiysebenzele
njengoba uphethe isbham’ (wo mfowethu)
ngith ungalinge udubule
kungcono uthathe imoto, uthath’ ifoni
mina ungixolele
[chorus]
ngeke ngeke ngeke ngeke ngeke
ngeke ngifele iynto zasemhlabeni
ngeke ngeke mfowethu ngiyeke ngyolal’ ekhaya
ngeke ngilale emathuneni
ngeke ngeke ngeke ngeke ngeke
ngeke ngifele iynto zasemhlabeni
ngeke ngeke mfowethu ngiyeke ngyolal’ ekhaya
ngeke ngilale emathuneni
كلمات أغنية عشوائية
- platero y tú - cigarrito lyrics
- now and on earth - your number is up lyrics
- chicks on speed - we don't play guitars (captain comatose going out remix) lyrics
- leo jaime - rock estrela lyrics
- rosendo - a mí no me duele ná lyrics
- saucy monky - do i have your attention? lyrics
- dispatch - born & razed lyrics
- su ha bu wa - fruition lyrics
- the wolfgang press - christianity (wicked man remix) lyrics
- nake little - pass up lyrics