sjava - iphisi كلمات الأغنية
[pre_chorus]
zonke lentombi ezaqomela imali, zaqomela udumo
namhlanje ziyakhala (ziyakhala emendweni weh)
zonke lentombi ezaqomela ub’khazikhazi
yey futhi ukungazi, namhlanje ziyakhala (ziyakhala emendweni we)
[chorus]
kimi wakhetha kahle
wakheth’ uk’thula, waqoma iphisi
ngiyabonga ukugad’ is’baya mangiyozingela
kimi wakhetha kahle
wakheth’ uk’thula, waqoma iphisi
ngiyabonga ukugad’ is’baya mangiyozingela
[verse 1]
wehlula igwili zikshela ngemali
zing’nyundela zithi uzokwenzelani lon’ yis’chaka
wathi wena lesos’chaka ngiyohlala naso
ngiyabonga wemkhwewami
ngok’ understand_a isimo sami
mangithi ngisahlanganisa
mthathe mtanami uyohlala naye
ekugcineni ngakwazi
ukukwakhеla umuzi omuhle
ngingeyona architect
ekugcinеni ngakwazi
ukupholisa amanxeba enhliziyo yakho ivuza igazi
ngingeyena udokotela
bangak’didisi laba
loku es’nako bayak’fisa
dali mas’nothando sinako konke
mak_mnandi elawini
sihleka elawini kunothando nempatho
dali mas’nothando sinako konke
[pre_chorus]
zonke lentombi ezaqomela imali, zaqomela udumo
namhlanje ziyakhala (ziyakhala emendweni weh)
zonke lentombi ezaqomela ub’khazikhazi
yey futhi ukungazi, namhlanje ziyakhala (ziyakhala emendweni we)
[chorus]
kimi wakhetha kahle
wakheth’ uk’thula, waqoma iphisi
ngiyabonga ukugad’ is’baya mangiyozingela
kimi wakhetha kahle
wakheth’ uk’thula, waqoma iphisi
ngiyabonga ukugad’ is’baya mangiyozingela
[verse 2]
yasuk_m’ intombi yeshinga yakhuz’ umhlolo
yathi kahleni ningazodlala ngathi
nathi ubuhle bendoda yinkomo zabo
mases’qoma igwili nithi siqomel’ umnotho
shwele ntombi yebhinca kahle ngamatshe
nami bengisika kwelijikayo angilwi
bengithi ang’bonge nje
kules’thandwa sami esangibekezelela ngingenankomo
ngangingazi (ngangingazi)
ngikuk’bonga
ngizakhela amazondo (amazondo)
kwintombi zes’godi
ngangingazi
ngikuk’bonga
ngizakhela amazondo
kwintombi zes’godi
[pre_chorus]
zonke lentombi ezaqomela imali, zaqomela udumo
namhlanje ziyakhala (ziyakhala emendweni weh)
zonke lentombi ezaqomela ub’khazikhazi
yey futhi ukungazi, namhlanje ziyakhala (ziyakhala emendweni we)
[chorus]
kimi wakhetha kahle
wakheth’ uk’thula, waqoma iphisi
ngiyabonga ukugad’ is’baya mangiyozingela
kimi wakhetha kahle
wakheth’ uk’thula, waqoma iphisi
ngiyabonga ukugad’ is’baya mangiyozingela
كلمات أغنية عشوائية
- ryan montbleau - tuesday morning كلمات الأغنية
- ryan montbleau - tell me another كلمات الأغنية
- ryan montbleau - substitute teacher blues كلمات الأغنية
- ryan montbleau - stretch كلمات الأغنية
- ryan montbleau - starting again كلمات الأغنية
- ryan montbleau - sour grapes كلمات الأغنية
- ryan montbleau - small doses كلمات الأغنية
- ryan montbleau - shuffling paper كلمات الأغنية
- ryan montbleau - roadtime rag كلمات الأغنية
- ryan montbleau - just perfect كلمات الأغنية