
sjava - intombi lyrics
[intro]
awu gege lagege ntombi za mgegele
awkho soka ladla kahle imbhani ekhaya
[chorus]
intombi ishelwa nga manga
ngith’ angisi isigebengu
ngith’ angiphuzi, angibhemi
intombi ishelwa nga manga
ngith’ angisi isigebengu mina sisi
angiphuzi, angibhemi
uthi uya ngifaka?
noma uya ngikhipha?
ma ungkhipha ungikhiph’ ekuhluphekeni
ungifake enhl’zweni yakho
uthi uya ngifaka?
noma uya ngkhipha?
ma ungifaka ungifake enhl’zweni yakho
ungikhiphe ekuhluphekeni
{verse 1]
wee ntombi a ume lapho
miswa yimina, umiswa ngumendo
umshado okhulumayo (eish)
ngith’ yaz’ ngilahle inumber yami
okwami kwe zandla
ngicele unginike yakho
ngiyazi iqala ngo zero
[pre-chorus}
ngith’ akekho omunye
omuhle kunawe umhlaba wonke
jikelele
ngithi akekho omunye
omuhle kunawe umhlaba wonke
jikelele
[chorus]
intombi ishelwa nga manga
ngith’ angisi isigebengu
ngith’ angiphuzi, angibhemi
intombi ishelwa nga manga
ngith’ angisi isigebengu mina sisi
angiphuzi, angibhemi
uthi uya ngifaka?
noma uya ngikhipha?
ma ungkhipha ungikhiph’ ekuhluphekeni
ungifake enhl’zweni yakho
uthi uya ngifaka?
noma uya ngkhipha?
ma ungifaka ungifake enhl’zweni yakho
ungikhiphe ekuhluphekeni
[bridge]
we ntombi
ngith’ awuqome
lashoni ilanga
ngikutsheli into uyodwa (habe)
lahla ukudlala ngami muntu omuhle
thanda mina ngithande wena
ngeke ngikudidise (eish)
mhlawumbe ukhathele
nje ngoba ngibhonga ngolaka kanje
mina ukugijima enqondweni yami
baby awuphumule
[pre-chorus}
ngith’ akekho omunye
omuhle kunawe umhlaba wonke
jikelele
ngithi akekho omunye
omuhle kunawe umhlaba wonke
jikelele
[chorus]
intombi ishelwa nga manga
ngith’ angisi isigebengu
ngith’ angiphuzi, angibhemi
intombi ishelwa nga manga
ngith’ angisi isigebengu mina sisi
angiphuzi, angibhemi
uthi uya ngifaka?
noma uya ngikhipha?
ma ungkhipha ungikhiph’ ekuhluphekeni
ungifake enhl’zweni yakho
uthi uya ngifaka?
noma uya ngkhipha?
ma ungifaka ungifake enhl’zweni yakho
ungikhiphe ekuhluphekeni
كلمات أغنية عشوائية
- seth da silva - a year older lyrics
- safety warning - blonde on her lyrics
- makhyli - breaking bad lyrics
- juliette - a culpa não é nossa lyrics
- lee jin hyuk (이진혁) - always lyrics
- sexyboyz - flexin' lyrics
- emaús music - digno de tudo + te exaltamos lyrics
- polygonizeblue - deathproof lyrics
- artigeardit - honningkrukken lyrics
- eraflex - intro lyrics