kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

sjava & shwi - ithuna كلمات الأغنية

Loading...

[chorus: sjava]
yazi ngike ngahlala phansi
ng’buze nje ngempilo yami
ukuthi ngalendlela zami
inkosi impela ngiyophelelaphi?
ngiphethe ipiki ngimba phansi
ngiy’gubhela ithuna lami
isitha sami yimi, yimi, yimi
yazi ngike ngahlala phansi
ng’buze nje ngempilo yami
ukuthi ngalendlela zami
inkosi impela ngiyophelelaphi?
ngiphethe ipiki ngimba phansi
ngiy’gubhela ithuna lami
isitha sami yimi, yimi, yimi
[post_chorus: sjava]
manje k_mele ngithathe, k_mele ngithathe
k_mele ngiganwe, k_mele ngiganwe
ngibeney’ngane, ngibeney’nganе
k_mele ngishade, k_mеle ngishade
k_mele ngithathe, k_mele ngithathe
k_mele ngiganwe, k_mele ngiganwe
ngibeney’ngane, ngibeney’ngane
k_mele ngishade, k_mele ngishade

[verse 1: sjava, shwi]
looking at this life that i’m living
ngeke kulunge mangiqhubeka kanje
isitha sami yimi uqobo lwami
k_mele ngishintshe indlela zami
kube ngathatha imyalo kagogo (kube ngathatha imyalo kagogo)
mhlambe namhla ngabe akunje (namhla ngabe akunje)
kodwa ukuyisola ngeke kungsize ngalutho (ngeke kungisize ngalutho)
akeniganwe bafana
ake nithathe bafana
maningaganiwe nizogcina niqobela abafana
akeniganwe bafana
ake nithathe bafana
maningaganiwe nizogcina niqobela abafana

[chorus: sjava]
yazi ngike ngahlala phansi
ng’buze nje ngempilo yami
ukuthi ngalendlela zami
inkosi impela ngiyophelelaphi?
ngiphethe ipiki ngimba phansi
ngiy’gubhela ithuna lami
isitha sami yimi, yimi, yimi
yazi ngike ngahlala phansi
ng’buze nje ngempilo yami
ukuthi ngalendlela zami
inkosi impela ngiyophelelaphi?
ngiphethe ipiki ngimba phansi
ngiy’gubhela ithuna lami
isitha sami yimi, yimi, yimi
[post_chorus: sjava]
manje k_mele ngithathe, k_mele ngithathe
k_mele ngiganwe, k_mele ngiganwe
ngibeney’ngane, ngibeney’ngane
k_mele ngishade, k_mele ngishade
k_mele ngithathe, k_mele ngithathe
k_mele ngiganwe, k_mele ngiganwe
ngibeney’ngane, ngibeney’ngane
k_mele ngishade, k_mele ngishade

[verse 2: sjava]
kudala ng_y’vala i_calender ngilanda 38
ngisadlala i_russian roulette
ngib’khali esfazaneni ngiy’razor, shapper than gillette
bathi ngiw’b_st_rd but what’s next i_casket (casket, casket)
ngikhathele ukulala kulo
ngivuke kulo
ngiyekulo
ngixabane nalo
ngiduduzwe yilo
ngikhohliswe yilo
is’bhongo ngis’khiphe kulo
ngizothatha ukugula kwalo
ngikufake kulo
sekufa lo ngenxa yalo
sefel’ izono zalo
yidlani masoka kuyobola es’swini, nigade ilumbo
kusasa uzobe ukhala ngent’ ehamba es’swini
kanti wena s’bali awudeli?
uwumkhaza uyofela enkomeni
[chorus: sjava]
yazi ngike ngahlala phansi
ng’buze nje ngempilo yami
ukuthi ngalendlela zami
inkosi impela ngiyophelelaphi?
ngiphethe ipiki ngimba phansi
ngiy’gubhela ithuna lami
isitha sami yimi, yimi, yimi
yazi ngike ngahlala phansi
ng’buze nje ngempilo yami
ukuthi ngalendlela zami
inkosi impela ngiyophelelaphi?
ngiphethe ipiki ngimba phansi
ngiy’gubhela ithuna lami
isitha sami yimi, yimi, yimi

[post_chorus: sjava, sjava & shwi]
manje k_mele ngithathe, k_mele ngithathe
k_mele ngiganwe, k_mele ngiganwe
ngibeney’ngane, ngibeney’ngane
k_mele ngishade, k_mele ngishade
kwamele ngithathe, k_mele ngithathe
k_mele ngiganwe, k_mele ngiganwe
ngibeney’ngane, ngibeney’ngane
k_mele ngishade, k_mele ngishade

كلمات أغنية عشوائية

كلمات الأغاني الشهيرة

Loading...