kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

sjava & nontokozo mkhize - thixo كلمات الأغنية

Loading...

[chorus: sjava]
thixo bawo
ngabe uyong’bona na?
emasangweni ase zulwini
thixo bawo
ngabe uyong’bona na?
emasangweni ase zulwini

[post_chorus: sjava]
ngisho ngoba mhlambe
ngiyobe ngises’xukwini, sabenzi bobubi
ngisho ngoba mhlambe
ngiyobe ngises’xukwini, sabenzi bobubi
[refrain: sjava]
ngabe uyong’khomba na?
uthi ngena, ngoba ungisebenzele emhlabeni
ngabe uyong’khomba na?
uthi ngena, ngoba ungisebenzele emhlabeni

[verse: nontokozo mkhize]
isifiso sam’ukuthi umoya wami wubuyele kuwe
ngithokoze kuwe
ngingene ngihlale nawe
uyong’amukela yini na?
ngezenzo zami nemsebenzi yami, yoh
ngabe imisebenzi yami emihle yong’khulumela yini?
wena yow’bona yini umbuso wami?
yow’bona yini umbuso wami?
ungámukele nami

[outro: sjava & nontokozo mkhize]
[?]

كلمات أغنية عشوائية

كلمات الأغاني الشهيرة

Loading...