
sjava & delayde - amanxeba كلمات أغنية
[intro: sjava]
how long?
kanti k’thath’ is’khath’ es’ngakanani?
how long?
[chorus: sjava]
kanti k’zodlula nini?
kunini ng’khala
kanti athath’ is’khath’ es’ngakanani uphol’ amanxeb’ othando?
kanti k’zodlula nini?
kunini ng’khala
kanti athath’ is’khath’ es’ngakanani uphol’ amanxeb’ othando?
(k’yaqaqamba, k’yaqaqamba, k’yaqaqamba)
[verse: sjava]
ng’cel’ abasizwa yingoma nami (ng’cel’ ingoma, ng’cela bang’dlalele yona)
ng’cel’ abasizwa nawumthandazo nami (lowo mkhuleko ng’dinga wona)
abalaphi bendabuko nami (lelokhambi elibiliswayo, ng’cela lona)
amadelakufa athi sofela khona
ng’cel’ ukuthi nawo ahambe nami
angang’shiyi may’empini yoh, mmh
mini yok’libala ngawe
angang’shiyi may’empini yoh
ng’thembi ng’yokhohlwa ngawe
ngangiyitshel’ ukuth’ is’khathi sesiyongikhulula manje kuphel’ iminyaka
nam’ ang’sakhumbuli
mangival’ amehlo eb’suku ifilim iyadlala
[chorus: sjava]
kanti k’zodlula nini?
kunini ng’khala
kanti athath’ is’khath’ es’ngakanani uphol’ amanxeb’ othando?
kanti k’zodlula nini?
kunini ng’khala
kanti athath’ is’khath’ es’ngakanani uphol’ amanxeb’ othando?
(k’yaqaqamba, k’yaqaqamba, k’yaqaqamba)
كلمات أغنية عشوائية
- j dilla - dewitt to do it كلمات أغنية
- perry como - try to remember كلمات أغنية
- patience - moonshade كلمات أغنية
- joe iconis - hey dad كلمات أغنية
- happysad - musisz كلمات أغنية
- reinhard mey - die schuhe كلمات أغنية
- harijs spanovskis - es nevēlos dejot tango كلمات أغنية
- sick individuals & justin prime - guilty كلمات أغنية
- erasmo carlos - café da manhã كلمات أغنية
- botir qodirov - yurak كلمات أغنية