
simmy - ngiyesaba كلمات أغنية
[verse 1]
yathi iyi zinsizwa
kungena ngapha kuphume ngale
ungixolele bhuti
inkinga ayikho kuwe ikimi
ngithi ukhona na?
ongavuma ukuthi uthando lulula?
ngithi ukhona na?
othi othandweni kuyashelela?
[pre-chorus]
seng’phelile ukusha mina
sengkhathele ukusha minaa
seng’phelile ukusha mina
sengkhathele ukusha minaa
[chorus]
ngiyesaba ukuwela ngonyawo, ngonyawo
indlela yothando iyahlaba
indlela yothando iyahlaba
ngiyesaba ukuwela ngonyawo, ngonyawo
indlela yothando iyahlaba
indlela yothando iyahlaba
[verse 2]
aningichazeleni
mhlambe kukhona langiyilahla khona
ngiyemumva, ngiyaphambili
kimi kuyafana
ngithi ukhona na?
ongavuma ukuthi uthando lulula?
ngithi ukhona na?
othi othandweni kuyashelela?
[pre-chorus]
seng’phelile ukusha mina
sengkhathele ukusha minaa
seng’phelile ukusha mina
sengkhathele ukusha minaa
[chorus]
ngiyesaba ukuwela ngonyawo, ngonyawo
indlela yothando iyahlaba
indlela yothando iyahlaba
ngiyesaba ukuwela ngonyawo, ngonyawo
indlela yothando iyahlaba
indlela yothando iyahlaba
كلمات أغنية عشوائية
- reno rd - treesh كلمات أغنية
- abner jay - my baby is coming back to me كلمات أغنية
- .endrecheri. - 愛のひと(lover) كلمات أغنية
- ksuuvi - still counting كلمات أغنية
- scudelia electro - your life ~ 撃墜王の孤独 كلمات أغنية
- olsi bylyku - drama كلمات أغنية
- niños bravos - no puedo parar كلمات أغنية
- basic skeletons - banger baby! كلمات أغنية
- чёрная ленточка (black ribbon) - прощай (goodbye) كلمات أغنية
- p.f.r. post fata resurgo - asterix كلمات أغنية