
shwi nomtekhala - ngafa كلمات أغنية
[chorus]
ngafa ngafel’ ubala
ngafa ngafel’ ubala
whoah yingabe yini
ngafa ngafel’ ubala
ngafa ngafel’ ubala
whoah yingabe yini
bayangitshela laph’ engihamba khona
bathi kimi
(izintombi zami)
[chorus]
ngafa ngafel’ ubala
ngafa ngafel’ ubala
whoah yingabe yini
ngafa ngafel’ ubala
ngafa ngafel’ ubala
whoah yingabe yini
bayangitshela laph’ engihamba khona
bathi kimi
(izintombi zami)
[verse 1]
uma ngingen’ esibhedlele mina
ngiyofun’ usizo lwempilo yam
bafike bathi hamba baba awunalutho
uma ngingen’ emthola mpilo mina
ngiyofun’ usizo ngempilo yam
bafike bethi hamba baba awunalutho
awu ngomoya wami
awu ngempilo yami
awungitshele n0buhle wami
wena ngathandana nawe
w-ngibhanqa nabangaki awungitshele
(babebabili)
awungitshele nomusa wami
wena ngathandana nawe
w-ngibhanqa nabangaki na ngithi awungitshele
(babebathathu)
kwakungamele ukuthi ningibhanqe
nabantu abaningi
ngoba nani niyazi
kulomhlaba kunezifo
kwak-mele nithande mina ngedwa, fo
kwakungamele ukuthi ningibhanqe
nabantu abaningi
ngoba nani niyazi
kulomhlaba kunezifo
kwak-mele nithande mina ngedwa, ngedwa
awungitshele sindisiwe wami
wena ngoba ngihlala nawe endlini
bangaki na ongibhanqe nabo
[bridge]
dali wami ngicel’ ukhulum’ iqiniso kuwe dali
dali wami ngicel’ ukhulum’ iqiniso kuwe dali
baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
dali wami ngicel’ ukhulum iqiniso kuwe dali
aww yimihlola yami, yimihlola yami yini le, wena sindisiwe
[verse 2]
w-ngibulala n0buhle wami kanti unjani
(ngikuthembe kangaka)
w-ngibulala sthandwa
(kanti unesandla ekudleni kwam)
w-ngibulala nomusa wami kanti unjani
w-ngibulala sthandwa
(aww yimihlola yami, yimihlola yami yini le, wena sindisiwe)
w-ngibulala sindi wami kanti unjani
(ngikuthembe kangaka)
w-ngibulala sthandwa
(nesandla)
[bridge]
dali wami ngicel’ ukhulum iqiniso kuwe dali
dali wami ngicel’ ukhulum iqiniso kuwe dali
baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
dali wami ngicel’ ukhulum iqiniso kuwe dali
(wayengcono kabi uzinhle)
w-ngibulala n0buhle wami kanti unjani
كلمات أغنية عشوائية
- emmi - you said you loved me كلمات أغنية
- rômulo boca - oizys كلمات أغنية
- leonardo gonçalves - mente e coração كلمات أغنية
- moby - mistake (ambient) كلمات أغنية
- potomoes - the beef كلمات أغنية
- sômbre - the trust has been lost كلمات أغنية
- los aslndticos - aléjate كلمات أغنية
- lostalone - requiem كلمات أغنية
- mr.b the gentleman rhymer - brushed tweed in the hour of chaos كلمات أغنية
- russell brand - parklife كلمات أغنية