kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

shwi no mtekhala - ngitshele sthandwa lyrics

Loading...

awungitshele sthandwa sami
lamagama ongibiza ngawo
ngabe wena uthanda liphi?
awungitshele sthandwa sami nje?
lamagama ongibiza ngawo
ngabe wena uthanda liphi na?
awungitshele sthandwa sami
lamagama ongibiza ngawo
ngabe wena uthanda liphi?
uthi unembeza ungaphakathi kuye
mina ngikhululeke
uthi iqiniso lingaphakathi kuye
mina ngimthinte la
ngiphinde ngimthinte lana
nguwe wedwa sthandwa sami
wena uyikho konke
enhlizweni yami
nguwe wedwa sthandwa sami
wena uyikho konke
enhlizweni yami
nguwe wedwa sthandwa sami
wena uyikho konke
enhlizweni yami
njengoba ngithi sweety
ngiphinde ngithi lovey
ngikhombisa wena uthando
njengoba ngithi sweety
ngiphinde ngithi lovey
ngikhombisa wena uthando
sthandwa sami
njengoba ngisho lamagama kuwe
ngikuthanda ubuhleni nase bubini
mh hmhm baba
nguwe wedwa sthandwa sami
wena uyikho konke
enhlizweni yami
awungitshele sthandwa sami
lamagama ongibiza ngawo
ngabe wena uthanda liphi?
awungitshele sthandwa sami (wena)
lamagama ongibiza ngawo (wena)
ngabe wena uthanda liphi? (wena we sthandwa sami wena)
awungitshele sthandwa sami (wena)
lamagama ongibiza ngawo (wena)
ngabe wena uthanda liphi? (wena we sthandwa sami wena)
ngoba ungibiza sweety (wena)
uphinde ungibize lovey (wena)
kanti yiliphi elakho (wena we sthandwa sami wena)
ngoba ungibiza sweety (wena)
uphinde ungibize lovey (wena)
ngabe yiliphi elakho awungitshele (wena we sthandwa sami wena)
awungitshele sthandwa sami (wena)
lamagama ongibiza ngawo (wena)
ngabe wena uthanda liphi (wena we sthandwa sami wena)
nguwe wedwa sthandwa sami
wena uyikho konke
enhlizweni yami
uthi unembeza ungaphakathi kuye
mina ngikhululeke
uthi iqiniso lingaphakathi kuye
mina ngimthinte la
ngiphinde ngimthinte lana
wena wena
wena we sthandwa sami wena

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...