samthing soweto - nodoli كلمات أغنية
[verse 1]
ngelanga lokuzalwa kwakho, bengingazi, ukuthi ngizokwenzani
ngoba imali beyongekho, ende mina no mamakho besiphelelwe ngamaplani
kodwa yaringa ifoni enzulwini zobusuku, yaringa ifoni ngilele
kodwa wafona umama wakho, wathi kimi sekunjalo, k-mele siye esbhedlela
ngokukhulu ukuthuka, ngashaya umthandazo omncane
bese ngaphuthuma ngaba yindlela eya kuwena
ngokukhulu ukthuka, ngashaya umthandazo omncane
bese ngaphuthuma ngaba yindlela eya kuwena
[chorus]
weeh nodoli wami unodoli yoo (wena)
wena uyingelosi encane
weeh nodoli wami unodoli yoo (wena)
wena uyingelosi encane
weeh nodoli wami unodoli yoo (wena)
wena uyingelosi encane
weeh nodoli wami unodoli yoo (wena)
wena uyingelosi encane
[verse 2]
ngathi mengfika, ngamemeza ngale kosango
kwanzima ukulinda, ngaphandle kwendlu ka gogo wakho
kodwa ngangeniswa ngaphakathi, ngenkathi singabathakathi
ngize kini no, wena nomamakho

[outro]
(vocalizing) thilala, lolololo, thilala, lolololo, wena, wena uyingelosi encane

كلمات أغنية عشوائية
- 野佬 - 嫌小姐 كلمات أغنية
- kainalu - finding peace of mind كلمات أغنية
- burningsoda - cutie puppet كلمات أغنية
- הראל סקעת - sheyavo alenu كلمات أغنية
- combine a/s - people & technology كلمات أغنية
- pablo - ela ligou (ao vivo) كلمات أغنية
- ssshhhiiittt! - 19 كلمات أغنية
- rapman - 2017 wrap up كلمات أغنية
- gowry lekshmi h - rana priya كلمات أغنية
- machine gun kelly - habits كلمات أغنية