samthing soweto - amagents lyrics
[chorus]
baby wami yithi ngikutshele
ngifuna ungizwe
ayafana amagents
ayafana amajimbosi
abanye bazokushela, bathi umuhle
kodwa ayafana amagents
ayafana amajimbosi
bayafana abafwethu
yoh ma yoh ma iyooh
ngiyakutshela ayafana amagents
ayafana amajimbosi
yoh ma yoh ma iyoooh
ngiyakutshela ayafana amagents
ayafana amajimbosi
[verse 1]
ayafana amajimbosi
nami angazi ukuthi kanjani
uzothi uthole ongathi uright
akujikele nje kanjalo
uzothi umuntu uyamazela
avele ak_mangaze
ngiyabona awungikholwa, lalela nana
[pre_chorus]
lez’ into zakhona
esizibona imihla yonke
bazothi kuwe uyachoma
ngoba ungafuni ukubaqoma
yebo abahlukile bakhona
kodwa akulula ukubabona
vula amehlo mntanami ungadlal’ abafana
[chorus]
baby wami yithi ngikutshele
ngifuna ungizwe
ayafana amagents
ayafana amajimbosi
abanye bazokushela, bathi umuhle
kodwa ayafana amagents
ayafana amajimbosi
bayafana abafwethu
yoh ma yoh ma iyooh
ngiyakutshela ayafana amagents
ayafana amajimbosi
yoh ma yoh ma iyoooh
ngiyakutshela ayafana amagents
ayafana amajimbosi
[verse 2]
injalo wenana impilo yalana esiphila emzansi, esouth africa
ku rough kunjena awukho safe mawumuntu wesifazane
nami ngiyakhala kodwa mntanani nami ngi_gent
nami ngi_gent no no no no
[pre_chorus]
lez’ into zakhona
esizibona imihla yonke
bazothi kuwe uyachoma
ngoba ungafuni ukubaqoma
yebo abahlukile bakhona
kodwa akulula ukubabona
vula amehlo mntanami ungadlal’ abafana
[chorus]
baby wami yithi ngikutshele
ngifuna ungizwe
ayafana amagents
ayafana amajimbosi
abanye bazokushela bathi umuhle
kodwa ayafana amagents
ayafana amajimbosi
bayafana abafwethu
yoh ma yoh ma iyooh
ngiyakutshela ayafana amagents
ayafana amajimbosi
yoh ma yoh ma iyoooh
ngiyakutshela ayafana amagents
ayafana amajimbosi
كلمات أغنية عشوائية
- alina eremia - printre cuvinte lyrics
- city and colour - o' sister (live) lyrics
- peanutgotfanz - facts (diss) lyrics
- lukach - לוקץ׳ - shir tov - שיר טוב lyrics
- roccobelly - papillon de minuit lyrics
- crooked colours - come back to you lyrics
- b a b y g i r l ♥ - hot chocolate ( intro ) lyrics
- showaddywaddy - five minutes more lyrics
- andy milonakis - different verse lyrics
- gucci flipflops - gucci's room (marvin's room remix) lyrics