kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

preezy majola - namanje كلمات أغنية

Loading...

uh!

haha!

u_preezy!

eksé angeke ngize ng’phike, inhliziyo isabuhlungu namanje
bek_mnandi sindawonye ng’sele ngedwa namhlanje
s’funda ngamaphutha vele abangi judge(e)
manimbona please nimtshele ng’samukhumbula namanje

kusayimina ushaka wesmanjemanje
ngisay’bambe ngomthetho omdala ang’kakashintshi namanje
khalamatsh_tshi, k’hlehla u_fish namanje
ama_grootmaan abuza, “uban lentwana egijima kanje?”

i_chuck taylor noma ng’swenka namanje
uclever onga givaphi noma besihleka namanje
lokh’ ebesikfisa k’sangenzeka namanjе
ngiphil’ impilo ngyazi ukuth ngingasweleka namhlanje

iphupho lami impumеlelo namanje
ngifake isphandla segolide neketango el’namatshe
uzola ugcwele ngam’ , ang’kholwa namanje
wathi “qina ndoda ekhaya babheke wena manje”
[ chorus ]

sisak’dinga
khumbula s’khula sas’nganayo inkinga
noma ungasekho eduze ngisak feel(a)
lapho ukhona ng’yathemba usaphila

kodwa ngifuna uhlale wazi sisak’dinga
khumbula s’khula sas’nganay nkinga
noma ungasekho eduze ngisaku feel(a)
lapho ukhona ng’yathemba usaphila

[ 2nd verse ]

ngibhala umculo obuyisa ithemba namanje
kusa umageba mangibamba i_pen nephepha namanje
i_flow yemali ng’khandi ichweba nam’ manje
“besithi sewawa hhaw kant usareppa namanje?”

kufanele ngabe uqoqa izindondo manje
uhlale emhlanga kodwa usahlala emjondolo namanje
ontanga bahamba ngezimoto manje
basebenze kanzima ukwenza abazali bazigqaje

lapho eng’dlule khona ika mshayazafe
umphakath umgqokise i_tyre khona abazange bangcwatshwe
mhlampe nami ngabe angisekho ukube angizange ngize ngikhwantshe
uma usubiziwe ubuziwe lokho ngeke ukubharaje
masekuk’dinga ukufa ngek’ uzucashe
k’mele sbonga umdali ukuth usasingcinile namanje
sisaphila nomi izinto zingash_tshile namanje
shayi ukhiye sishosholoze amasondo nasondo aphantshe

[ chorus ]

sisak’dinga
khumbula s’khula sas’nganay inkinga
noma ungasekho eduze ngisak feel(a)
lapho ukhona ng’yathemba usaphila

kodwa ngifuna wazi ukuth sisak’dinga
khumbula s’khula sas’nganay inkinga
noma ungasekho eduze ngisaku feel(a)
lapho ukhona ng’yathemba usaphila

[outro]

haha!

aw shocase
kusazobamnandi for days

eksé! bonke ubunzima obhekene nabo
bungakuqedi amandla njayami
buzokukhanda isosha
sisazoba moja
qina thambo lakithi

[ chorus ]

sisak’dinga
khumbula s’khula sas’nganay inkinga
noma ungasekho eduze ngisak feel(a)
lapho ukhona ng’yathemba usaphila

kodwa ngifuna wazi ukuth sisak’dinga
khumbula s’khula sas’nganay inkinga
noma ungasekho eduze ngisaku feel(a)
lapho ukhona ng’yathemba usaphila

كلمات أغنية عشوائية

كلمات الأغنية الشائعة حالياً

Loading...