kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

nontokozo mkhize - hlala nathi كلمات أغنية

Loading...

[verse 1]
ibandla lakho
lidukile k_mnyama (khanyisa ngokukhanya okuvela kuwe)
sikhohlwe ilokhu osibizele kona
say’bizela kokunye (ngenelela moyongcwele kuyonakala)
oh ibandla lakho nkosi
lidukile k_mnyama (khanyisa ngokukhanya okuvela kuwe)
sikhohlwe ilokhu osibizele kona
say’bizela kokunye (ngenelela moyongcwele kuyonakala)
singenza kangcono
hlala nathi ungasishiyi baba
singenza kangcono

[chorus]
hlala nathi ungasishiyi baba
hlala nathi ungasishiyi baba
hlala nathi ungasishiyi baba
hlala nathi ungasishiyi baba
hlala nathi ungasishiyi baba

[verse 2]
ukuguquka komoni amazulu ayajabula
kanjani?
uma umoni efika esona
uyoguqulwa yini engalufici uthando kithi?
thina sihlebana sodwa
[verse 3]
naloluthando ubaba athi niyobonakala ngalo ukuba ningabakhe
ngiyanincenga yeah
ohohoho singenza ngcono
ohhoo singenza ngcono
singenza kangcono

[verse 4]
hlala nathi ungasishiyi baba
singenza kangcono
hlala nathi ungasishiyi baba

[chorus]
hlala nathi ungasishiyi baba
hlala nathi ungasishiyi baba
hlala nathi ungasishiyi baba
hlala nathi ungasishiyi baba

كلمات أغنية عشوائية

كلمات الأغنية الشائعة حالياً

Loading...