nomfundo moh - xola lyrics
[chorus]
xola sitha sami
xola mngani wami
ungibona ang’nacala
la emhlabeni ng’zozama
nam’ ngenziwa yindlala
xola sitha sami (xola, xola)
xola mngani wami (xola, xola)
ungibona ang’nacala
la emhlabeni ng’zozama
nam’ ngenziwa yindlala
[verse 1]
ndlela zam’ zimnyama, zimhlophe
washon umam elila ethi
“hey, hey uzoba yin’ umntanami?”
ngisabathe ng’yozama ng’yohlola
sitshekedul’ isangoma
sithi “hey, hey, umkhulu wakho akagezw_nga”
oy oyi, oy oyi
oy oyi, oy oyi
izono zabazali zowela kubantwana
nezabantwana ziyowela kwabanye
oy oyi, oy oyi oyi
oy oyi, oy oyi oyi
nginje, nginje, nginje, imphumela yabaphile ngaphambi kwami
[chorus]
xola sitha sami (xola, xola)
xola mngani wami (xola, xola)
ungibona ang’nacala
la emhlabeni ng’zozama
nam’ ngenziwa yindlala
xola sitha sami (xola, xola)
xola mngani wami (xola, xola)
ungibona ang’nacala
la emhlabeni ng’zozama
nam’ ngenziwa yindlala
[verse 2]
i don’t know
maybe god will open more doors
ngaze ngalingwa, ngalingwa
shwele ngiyalingwa
abantu kudala bangibukela phansi
okwento engena nani
ngiyophakanyiswa one day
ukhon’ umvuzo wababekezelayo
ukhon’ umqhele wamaqhaw’ anqobayo
ukhon’ umvuzo wababekezelayo
ukhon’ umqhele wamaqhaw’ anqobile
[chorus]
xola sitha sami (xola, xola)
xola mngani wami (xola, xola)
ungibona ang’nacala
la emhlabeni ng’zozama
nam’ ngenziwa yindlala
xola sitha sami (xola, xola)
xola mngani wami (xola, xola)
ungibona ang’nacala
la emhlabeni ng’zozama
nam’ ngenziwa yindlala
كلمات أغنية عشوائية
- emmy rossum - pretty paper lyrics
- kevin fowler - speak of the devil lyrics
- iguanas - i moved too slow lyrics
- hysterics - debris lyrics
- hormonauts - this cat's too fat lyrics
- secret - talk that lyrics
- dizzy wright - end of times lyrics
- heart strings - her new disaster lyrics
- finals - extended autumn lyrics
- gousters - everything's gonna be alright lyrics