
nomfundo moh - umthwalo كلمات أغنية
[chorus]
lalela, lalela
hay’ uyasinda umthwalo wam’
impela linzima ijoka lam’
woza ngapha ungiphumuze
mamela, mamela
hay’ uyasinda umthwalo wam’
impela linzima ijoka lam’
yizapha undiphumuze
[verse 1]
uyoba yini wena, ongabazi ubunzima bempilo?
mhla ukuhlwa kufika, uyokhala ungashaw_nga
uyokhala ngomama, ukhale ngobaba
kanti bonke abazi lutho
k’phela nje wena bhekana nenkinga (mhlobo wam’ uk’ give up_er ak’sizi)
uthi uyamemeza “ilizwe likuguqukele”
uyamemeza ucela bekulekelele
bakufulathele bonke babheke le
kwenzakalani kwelakithi?
nhlupheko yomuntu abayigqizi qakala
kunzima nokukhala, uyomangala kuba?
[chorus]
lalela, lalela
hay’ uyasinda umthwalo wam’
impela linzima ijoka lam’
woza ngapha ungiphumuze
mamela, mamela
hay’ uyasinda umthwalo wam’
impela linzima ijoka lam’
yizapha undiphumuze
[verse 2]
shwele, shwele ngiyakhala
ngemizamo yami engaphumelelanga
ngiyangqongqoza iminyango iyavalwa
mangimemeza kuyosabela bani na?
ib’hlungu inhliziyo yami
nasebusuku angisalali
ngiyayizama impilo akulungi
ngiphatheke kabi ngiyalila
kunzima nokuletha isinkwa ekhaya
amaphupho ayashabalala
ngiphelelwe amandla
ngiphelelwe ithemba
[chorus]
lalela, lalela
hay’ uyasinda umthwalo wam’
impela linzima ijoka lam’
woza ngapha ungiphumuze
mamela, mamela
hay’ uyasinda umthwalo wam’
impela linzima ijoka lam’
yizapha undiphumuze
lalela, lalela
hay’ uyasinda umthwalo wam’
impela linzima ijoka lam’
woza ngapha ungiphumuze
mamela, mamela
hay’ uyasinda umthwalo wam’
impela linzima ijoka lam’
yizapha undiphumuze
كلمات أغنية عشوائية
- luis miguel - sera que no me amas كلمات أغنية
- luis miguel - safari كلمات أغنية
- luis miguel - sabes una cosa كلمات أغنية
- luis miguel - paloma querida كلمات أغنية
- shai - come with me كلمات أغنية
- luis miguel - o tu o ninguna كلمات أغنية
- luis miguel - no se tu كلمات أغنية
- luis miguel - nosotros dos كلمات أغنية
- luis miguel - motivos كلمات أغنية
- luis miguel - mini amor كلمات أغنية