
nomfundo moh - umona كلمات أغنية
umona lyrics
[intro]
yeah you know it
[verse 1]
ubabona sebelunguza ngama fastela
babuk’ ukuthi ngabe kwenzakalani la
maye, bathuswa ukuthi uyaphumelela
nhliziyo zig_ya iy’bozi, umona yifa lezinja
iyeh, iyeh, iyelelema!
iyeh, iyeh, mafind’ aqaqwa
iyeh, iyeh, izinto zakhanya
nhliziyo zig_ya iy’bozi, umona yifa lezinja
[chorus]
yin’ umona? yin’ umona? (yini umona?)
yin’ umona? yin’ umona? (yini umona?)
anishayen’ izandla, yin’ umona? (yini umona?)
anishayen’ izandla, yin’ umona? (yini umona?)
[post_chorus]
vele yin’ edala ube nomona ngami? (yini umona?)
yini umona? yini umona? (yini umona?)
awufun’ ukungibona ngiphumelela wena (yini umona?)
yeah eh eh, yeah eh eh eh (yini umona?)
[verse 2]
aibo nang’ ekhuluphala
mpilwen’ yakhe kwenzek’ iy’manga
no no! kanjani?
no no! akcish’ is’bani
le nhlansi, angiy’funi
kush’ umona ngaphakathi
bеse ngim’ is’bindi ngithi
“bayothi befungile mina ngiphunyukе”
“bayothi bevalile kuvele kuvuleke”
“bayothi bebophile kuvele kuqaqeke”
[chorus]
yin’ umona? yin’ umona? (yini umona?)
yin’ umona? yin’ umona? (yini umona?)
anishayen’ izandla, yin’ umona? (yini umona?)
anishayen’ izandla, yin’ umona? (yini umona?)
vele yin’ edala ube nomona ngami? (yini umona?)
yini umona? yini umona? (yini umona?)
awufun’ ukungibona ngiphumelela wena (yini umona?)
yeah eh eh, yeah eh eh eh (yini umona?)
yin’ umona? yin’ umona? (yini umona?)
yin’ umona? yin’ umona? (yini umona?)
anishayen’ izandla, yin’ umona? (yini umona?)
anishayen’ izandla, yin’ umona? (yini umona?)
vele yin’ edala ube nomona ngami? (yini umona?)
yini umona? yini umona? (yini umona?)
awufun’ ukungibona ngiphumelela wena (yini umona?)
yeah eh eh, yeah eh eh eh (yini umona?)
كلمات أغنية عشوائية
- bryan mccleery - you have won my heart كلمات أغنية
- knowmads - flip cup كلمات أغنية
- zie - e.a.t. (eliminate all troubles) كلمات أغنية
- j.k. the reaper - gankin كلمات أغنية
- ade - p.o.p. music كلمات أغنية
- sóciro - insisto كلمات أغنية
- nasty_313 - sick كلمات أغنية
- grupo cañaveral - tiene espinas el rosal كلمات أغنية
- mo kalamity - petit bonhomme كلمات أغنية
- hades (pl) - kurz كلمات أغنية