![kalimah.top](https://kalimah.top/extra/logo.png)
nomfundo moh - ngam'khetha lyrics
ngam’khetha lyrics
[intro]
naxion cross on the…
yeah, you know it
[chorus: nomfundo moh & naxion cross]
ngam’khetha z’khona zonke ziphelele
ngam’khetha z’khona zonke ziphelele
ngam’khetha z’khona zonke ziphelele
ngam’khetha z’khona zonke ziphelele
[verse 1: nomfundo moh]
phambi kwealtari
ngimile ngipheth’ izimbali
zisho ngamakha amnandi
kugcwel’ izihlobo nabangani
yavele yabukan’ emehlweni
kwagcwalisek’ umbhalo enhlizweni
yavele yabukan’ emehlweni
kwagcwalisek’ umbhalo enhlizweni
[chorus: nomfundo moh]
ngam’khеtha z’khona zonke ziphelelе
ngam’khetha z’khona zonke ziphelele
[verse 2: beast]
muntu wami ngibona wena kuphela, akekh’ osangangitshela nix
noma bekhuluma uyazi angiyindawo angith’?
w_ng’fica ngingena bani, wakhanyis’ isbani
ngob’ usuchazile awuthi nami ngike ngizame
yaz’ mangibuka laph’ es’suka khona
angikholwa kuseythina!
beng’hlekw’ abantu bethi sengitheng’ ama_weave now
mangith ngiyak’nqanwa bathi “baba cima cima”
naw’ udinwa mangikcinza, ngik’biza ngo baby
na woza lana wena maqondana, ungacasuki
tshela mina sthandwa sqhathwa ubani?
baby ungavumi basnqamule, yaz’ ngik’thanda njani
and ungichaza blind
maw’sudedela abomancane bakho nge summer time
w_ng’buz’ ukuthi ngisangak’shiya? never
w_ng’buz’ ukuthi ubani umntwan’ owuk’shisa? uwena
w_ng’buza kungcono makunjan? si together
w_ng’buz’ ukuth iskhathi esngakanan? ngathi forever, ya
mina ngifuna wena k’phela my dali
mina ngifuna wena k’phela my dali
we’ve been through it all, girl, the pain and the laughter
and manje buka sesiyo hlangana kwi alter, ziyasha
[chorus: nomfundo moh & naxion cross]
ngam’khetha z’khona zonke ziphelele
ngam’khetha z’khona zonke ziphelele
ngam’khetha z’khona zonke ziphelele
ngam’khetha z’khona zonke ziphelele
ngam’khetha z’khona zonke ziphelele
ngam’khetha z’khona zonke ziphelele
ngam’khetha z’khona zonke ziphelele
ngam’khetha z’khona zonke ziphelele
كلمات أغنية عشوائية
- carole bayer sager - you and me (we wanted it all) lyrics
- carole bayer sager - aces lyrics
- carole bayer sager - steal away again lyrics
- carole bayer sager - shy as a violet lyrics
- carolina heat - you, me and everyone we know lyrics
- carolina marquez - ritmo lyrics
- carolina marquez - be it lyrics
- carolina marquez - the killer's song lyrics
- carolina rain - isn't she lyrics
- carolina rain - that's alright with me lyrics