nomfundo moh - izibusiso كلمات الأغنية
[intro]
ngiyacela ngomusa nentobeko
cel’ ungakhohlw’ umngan wam’
cel’ ungalibali umakhelwane wami
[chorus]
baba maw’busisa mina namhlanje
ngiyacela ngomusa nentobeko
cel’ ungakhohlw’ umngan wam’
cel’ ungalibali umakhelwane wami
kwakhon’ uk’vuka kwami namhlanje, hay’ ngoba ngingcono
cel’ ukhumbul’ umndeni wami
cel’ ukhumbul’ abazali bami
baba maw’busisa mina namhlanje
ngiyacela ngomusa nentobeko
cel’ ungakhohlw’ umngan wam’
cel’ ungalibali umakhelwane wami
kwakhon’ uk’vuka kwami namhlanje, hay’ ngoba ngingcono
cel’ ukhumbul’ umndeni wami
cel’ ukhumbul’ abazali bami
[verse]
ngeliny’ ilanga ngahlangana nekhehla esel’the ukukhul’ imnyaka
lathi ‘zwana mntanami ngimdala ey’, eh mntanami ngimdala (ngiy’ntshebe)”
zwana ngami ngimdala ey, eh mntanami ngimdala
emhlabeni kuyaphiliswana
akho qili lay’khoth’ emhlane
amagagasi awalingani
maw’nceda omunye kuwe kukhul’ unhlakani
uk’lul’ isandla kun0busiso phakathi
ngoba two, two is better than one
yebo, aw’ bathi “kubamb’ ezingelayo, kodwa nesandla ephayo sibusisiwe kunaleso esamukelayo”
masibambane yeah
[chorus]
baba maw’busisa mina namhlanje (namhlanje)
ngiyacela ngomusa nentobeko (ngiyacela)
cel’ ungakhohlw’ umngan wam’
cel’ ungalibali umakhelwane wami (uzungabalibali baba)
kwakhon’ uk’vuka kwami namhlanje (ngiyacela), hay’ ngoba ngingcono
cel’ ukhumbul’ umndeni wami (khumbul’ umndeni)
cel’ ukhumbul’ abazali bami (ukhumbul’ nabazali)
baba maw’busisa mina namhlanje (ubusisa)
ngiyacela ngomusa nentobeko (ngiyacela)
cel’ ungakhohlw’ umngan wam’ (ngiyacela)
cel’ ungalibali umakhelwane wami (umakhelwane, ‘khelwane)
kwakhon’ uk’vuka kwami namhlanje, hay’ ngoba ngingcono
cel’ ukhumbul’ umndeni wami
cel’ ukhumbul’ abazali bami
كلمات أغنية عشوائية
- planbe - pamiętam كلمات الأغنية
- windrunner - oleander كلمات الأغنية
- בועז שרעבי - adi - עדי - boaz shar'abi كلمات الأغنية
- lo.ceasar - musket كلمات الأغنية
- cj lil trife - next time كلمات الأغنية
- robert gold - intro كلمات الأغنية
- ptk (cz) - nechytíš mě كلمات الأغنية
- toyan كلمات الأغنية
- angggie - typing... كلمات الأغنية
- sore - come by sanjurou كلمات الأغنية