
nomfundo moh - isandla sikamama كلمات أغنية
isandla sikamama lyrics
[intro]
yeah you know it
[chorus]
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng_yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng_yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
[verse 1]
empilweni yami (iih)
kuhambe kwahamba inkosi yabiz’ iqhawekazi lami (iih)
mihla ngemihla
mina ngihlezi nginok’fisa
ngilokhu ngilangazelela
ukubon’ ubuso bakhe
hay’ uyadel’ osanomama wakhe
(abanye balele emangcwabeni weh)
[chorus]
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlеl’ ek’mele ngihambе ng_yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng_yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
[verse 2]
ndlovukazi yami enomoy’ obunene
ntombi yakwabo enesineke eh (eh heh)
oh mina ngkhumbul’ umama
ngiyalangazelela
ukuthol’ eliny’ ithuba nawe
ngincokole nawe
impilo ngab’ ingcono ukube ngsesenawe
[chorus]
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng_yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng_yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng_yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng_yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
كلمات أغنية عشوائية
- sophia petro - memory of you كلمات أغنية
- our last night - golden hour كلمات أغنية
- mundial fenómeno - como quieras | categoría 1 كلمات أغنية
- fonosida - verde (fonomix) كلمات أغنية
- yemil - incertidumbre كلمات أغنية
- booka600 - passion with pain كلمات أغنية
- novagang - nova freestule كلمات أغنية
- wolvf - u & me كلمات أغنية
- jonasu - can't do both كلمات أغنية
- rellbaby - generational talents كلمات أغنية