
nomfundo moh - bayavuya lyrics
[chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?”
[verse 1]
sizam’ im’sebenzi, sihlala kude namakhaya
akukh’ es’ngakwenzi, k_mele ajabule umama
uyangithwala, uyangeseka
imikhuleko yakhe yona iyangihlenga
[pre_chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?”
[chorus]
baya_vuya? vuya?
baya_vuya? vuya
baya_vuya? vuya?
baya_vuya? vuya
[verse 2]
ohambweni lwakho mhlobo wam’, ubobuy’ ume
uqalaze abazali ngabe bajabule ngawe?
ngisho ngoba kulul’ ukuphambuka
uth’ usahamba ngakho kant’ uyaduka
phela imv’edukile iyafunwa
njengomelusi umzal’ uyokulusa
[pre_chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza (ngizibuze ngawе)
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?” (bayaziqhenya ngawe)
[chorus]
baya_vuya? vuya? (bayaziqhеnya ngawe)
baya_vuya? vuya (zibuze mngani wami)
baya_vuya? vuya? (bayavuya na?)
baya_vuya? vuya? (bayavuya na?)
[refrain]
ooh yeah
ooh yeah
tada_ta_ta_ta_tadata
ooh yeah
ooh yeah
tada_ta_ta_ta_tadata
[pre_chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza (ngiyazibuza)
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?” (bajabulile?)
[chorus]
baya_vuya? vuya? (bajabulile?)
baya_vuya? vuya (bayaziqhenya ngawe)
baya_vuya? vuya? (bayaziqhenya ngawe)
baya_vuya? vuya
[pre_chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?”
[chorus]
baya_vuya? vuya? (bona bayavuya)
baya_vuya (bayavuya)? vuya (bayavuya)
baya_vuya? vuya (bajabulile na)
baya_vuya? vuya?
Random Lyrics
- orlandojced - poppin #mtmb lyrics
- james cook - the 7 sea's just ain't enough lyrics
- xayy - intro lyrics
- isolation berlin - lisa lyrics
- the erised - take me lyrics
- the frames - taking the hard way out lyrics
- queen key - rappers are cappers lyrics
- lona. - the mac theory lyrics
- furax barbarossa & reda la pire des races - bouch'rie lyrics
- der nino aus wien - jena lyrics