kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

nomfundo moh - abantu كلمات الأغنية

Loading...

[chorus]
yebo, yebo
wayengithanda, kepha sizothini?
yiyo lento yokuvumel’ abantu bangene
yebo, yebo
wayengithanda, kepha sizothini?
yiyo lento yokuvumel’ abantu bangene

[post_chorus]
bangene othandweni, bangene
yiyo lento yokuvumel’ abantu bangene
bangene othandweni, bangene
yiyo lento yokuvumel’ abantu

[verse 1]
ngangihamba, ngizizwa ngiqholosha phela
ngangithandwa, bafika abantu bawon’ umcimbi
sasifanelana, ntoyethu beylangazelela
phela ngangithandwa
bafik’ abantu bawon’ umcimbi
baqala basixabanisa no lovey
sasesikhombana ngeminwe singasathembani
baqala basixabanisa no lovey
sasesikhombana ngeminwe singasathembani

[chorus]
yebo, yebo
wayengithanda, kepha sizothini?
yiyo lento yokuvumel’ abantu bangene
yebo, yebo
wayengithanda, kepha sizothini?
yiyo lento yokuvumel’ abantu bangene
[post_chorus]
bangene othandweni, bangene
yiyo lento yokuvumel’ abantu bangene
bangene othandweni, bangene
yiyo lento yokuvumel’ abantu

[verse 2]
“simbonile, yeah
ngathi sekukhon’ umakhwapheni”
ngaqala laph’ ukuhlanya ke
ngaqala laph’ ukuhlanya
labe selithimula kanjalo li_penguin
ooh ngicabanga kakhulu
ooh yi_yilokhu nalokhu
kungcono mangingedwa

[chorus]
yebo, yebo
wayengithanda, kepha sizothini?
yiyo lento yokuvumel’ abantu bangene
yebo, yebo
wayengithanda, kepha sizothini?
yiyo lento yokuvumel’ abantu bangene

[post_chorus]
bangene othandweni, bangene
yiyo lento yokuvumel’ abantu bangene
bangene othandweni, bangene
yiyo lento yokuvumel’ abantu

كلمات أغنية عشوائية

كلمات الأغاني الشهيرة

Loading...