nobuhle - ina wemvula كلمات الأغنية
[verse 1]
kulanjiwe
lan’emakhaya
ngingena themba
kukhon’indlala
kutheni kuhlala kunje
impilo yomnt’omnyama
kutheni na
ihlal’injena
awu ina
[chorus]
ina
ina wemvula
ulethe
ulethe
uleth’okuncono
ina
ina wemvula
ulethe
uleth’okuncono
ina
ina (ina wemvula)
ina (ulethe)
uleth’okukhulu
ina wemvula (ina)
ina (ina wemvula)
uletha (ulethe )
uletha (uleth’okukhulu)
ina wemvula (ina)
ina wemvula (ina wemvula)
ina (ulethe)
ulethe (uleth’okukhulu)
ina
ina wemvula
ulethe
uleth’okukhulu
uleth’okukhulu
uleth’okukhulu
[verse 2]
kulanjiwe
lan’emakhaya
ngingena themba
kukhon’indlala
kutheni kuhlala kunjena
impilo yomnt’omnyama
kutheni na
ihlal’injena
awu ina
[chorus]
ina
ina wemvula
ulethe
ulethe
uleth’okuncono
ina
ina wemvula
ulethe
uleth’okuncono
[verse 3]
sengifikile lana
zingelosi ngivikeleleni
namathong’akomama
akhanyise
sengifikile lana
zingelosi ngiyanibonga
namathong’akobaba
ngikhanyiseni
[chorus]
ina (ina)
ina (ina wemvula)
ina wemvula (ulethe )
ulethe (uleth’okukhulu)
ina (ina)
ina (ina wemvula)
ina wemvula (ulethe )
ulethe (uleth’okukhulu)
ina (ina)
ina (ina wemvula)
ina wemvula ina (ulethe )
uleth’okukhulu
hoyoyoyo (ina)
hoyoyoyo (ina wemvula)
ina wemvula, ina wemvula (ulethe)
ina wemvula (uleth’okukhulu)
hoyoyoyo
hoyoyoyo
ina wemvula, ina wemvula (uleth’okukhulu)
ina wemvula
uleth’okukhulu
[outro]
ina weh
mayine
uleth’okukhulu
ina mvula
كلمات أغنية عشوائية
- ynkeumalice - ah كلمات الأغنية
- warrenxo - 20/20 vision كلمات الأغنية
- keg - breaking rocks كلمات الأغنية
- semiire - decisions كلمات الأغنية
- stxlkin كلمات الأغنية
- shamepride - ily كلمات الأغنية
- indigo forever - oh ur in my city? ok?? and??? كلمات الأغنية
- spade427 - likit كلمات الأغنية
- оу74 (ou74) - дыма нада (need some smoke) كلمات الأغنية
- jeemachello - обезвоженный (dehydrated) كلمات الأغنية