
naima kay - ngim'tholile lyrics
kade ngangifuna
umunt’ofana nawe
kade ngangizama
ngibanik’uthando lwami
akekh’ow_ngiphatha kahle
ngendlel’ongiphethe ng_yo
bonke babezama kodwa bangephumelela
ozohlala nami
(ngimtholile) ozongiphatha kahle
(ngimtholile)
(angek’azangishiye)
(ungithembisile)
ungithembisile
ozohlala nami
(ngimtholile) ozongiphatha kahle
(ngimtholile)
(angek’azangishiye)
(ungithembisile)
ungithembisile
manje siyathandana
siphathane kahle
senz’izethembiso
sizam’ukwakh’ikusasa
akekh’ow_ngiphatha kahle
ngendlel’ongiphethe ng_yo
bonke babezama kodwa bahluleka
mina ngingowakho
wena ungowami
indlel’ongithanda ng_yo
uthando lwakho luyangihlanyisa
buhle bami
sthandwa sami
wena ungowami sthandwa sami
ozohlala nami
(ngimtholile) ozongiphatha kahle
(ngimtholile)
(angek’azangishiye)
ungithembisile
ozohlala nami
(ngimtholile) uthando lwakhe luyangihlanyisa
(ngimtholile)
(angek’azangishiye)
(ungithembisile)
ngimtholile (ozohlala nami)
ngimtholile (ozongiphatha kahle)
ngimtholile
(angek’azangishiye)
ungithembisile
Random Lyrics
- envine - all around me lyrics
- overtime - all out lyrics
- tilly and the wall - beat control (tom knight remix) lyrics
- the katinas - lord i lift your name on high lyrics
- the cross - liar lyrics
- emma shapplin - the inferno lyrics
- ijahman levi - witness lyrics
- nizioł - siła lyrics
- marie-paule belle - si la photo est bonne lyrics
- vien$i - kafanız sığ lyrics