kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

musiholiq - zimbeqolo كلمات الأغنية

Loading...

[intro: musiholiq]
awu hay’, ah ah
ahay’ hay’, ola
ooh, ooh

[chorus: olefied khetha]
ng_yibona inqaba ngifikile egoli wemnganami(ng_yibona)
ng_yibona inqaba ngifikile egoli laph’ intombi zimbeqolo mnganami
ay’ laph’ ziyabuya
zimbeqolo mnganami
[verse 1: musiholiq]
yaz’ ungaphik’ ngafika ngithithiza
ngafika ngingekho singili
unembuz’emningi ethi “uyayiphuz’ i_hennessey?”
lapho notshwala ngibuthengi’
ngiphuz’okusetafuleni
bathi unesizulu esi_s_xy
ngazuth’ uphuzekhemisi
ngavuk’ekuseni nginombuz’, oth’ angakuph’ amavuso?
ngifuna izinto zikanokusho
ngisaba nokusho ngoba (ng_y’bona inqaba)

[chorus: olefied khetha]
ng_yibona inqaba ngifikile egoli wemnganami(ng_yibona)
ng_yibona inqaba ngifikile egoli laph’ intombi zimbeqolo mnganami
ayy laph’ ziyabuya
zimbeqolo mnganami

[verse 2: musiholiq]
uyaz’ k_manje umoya wami awuphilil’
njengoba ngiphila ngamaphilis’ plus maningi
manje ngiwuphuz’khemisi
bengbheja ngibhej’ nodj
ngibhejeli ihashi engal’igibeli
ngith’ phuzan ningangifithеl’
imali ayidliwe kuze kuse еkuseni
manje uphelile umbuso, ngibuye ekhaya ngineke ubuso
azisekh’nezokuswenka ingubo
ngisaba nokusho ngoba ngabona…
[chorus: olefied khetha]
ng_yibona inqaba ngifikile egoli wemnganami(ng_yibona)
ng_yibona inqaba ngifikile egoli laph’ intombi zimbeqolo mnganami
ayy laph’ ziyabuya
zimbeqolo mnganami (ushuni wenkabi)
kwandonga ziyaduma zimbeqolo

[verse 3: big zulu]
ngifik’egoli ngingenalutho
ngiwu farmboy nginuk’intuthu
kodwa nami nginamaphupho angiqondile ukubaw’uhlupho, uphando ngiyinkukhu
egoli bangibiza ngobaby
lapho ekhaya ngiwudaddy
ay’ kunzima ningangihleki
cela ningangigxeki
imkhuba yocherry
mtanamii bolisaba igoli
lapha kwansimbikay”igobi
bhek’umsebenzi awujoli
awuqomi wena uyindoni

[chorus: olefied khetha]
ng_yibona inqaba ngifikile egoli wemnganami (ng_yibona)
ng_yibona inqaba ngifikile egoli laph’ intombi zimbeqolo mnganami
ay’ laph’ ziyabuya
zimbeqolo mnganami
kwandonga ziyaduma
zimbeqolo mnganam
ay’ lapha ziyabuya
zimbeqolo mnganam
ay’ lapha ziyabuya
zimbeqolo mnganami
kwandonga ziyaduma
zimbeqolo mnganam
(awu, awu, zimbeqolo)
[outro]
ng_y’bona inqaba ngifikil’egoli we mnganami
ng_yibona inqaba ngifikil’egoli laph’ intomb’ zimbeqolo mnganami
ay’ lapha ziyabuya, zimbeqolo mnganami
kwandonga ziyaduma
zimbeqolo mnganami
ay lapha ziyabuya (awu, awu)
zimbeqolo mnganami

كلمات أغنية عشوائية

كلمات الأغاني الشهيرة

Loading...