kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

murumba pitch & omit st - wena dali كلمات الأغنية

Loading...

my baby, swidi lami lomkhuhlane
wena kanti wenzani, uchith’iskhathi
nami ngshona le
nami ngshona le
aw shela ngizwa ngani ungbiza
uring’ivaar, mina ngisile
can you pardon me
can you pardon me
kukho konke beng’funa wena dali
kutheni udlala ka soo
kukho konke beng’funa wena dali
kutheni ungenza kanje
ngaphakathi kimi
enhlizweni kukhal’esakh’ischathulo
nami kunini ngzula, ofana nawe cela singamoshi iskhathi
bazomuphekezela, ayikh’intengiyfunayo ngaphandle kwakho
bazomuphekezela, ayikh’intengiyfunayo ngaphandle kwakho
oh baby lalela lalela
ngob’umphefumulo nenyama kuzifunela wena
ukuk’tsheliqiniso, bengfun’uhlale kodw’inhliziyo ihurtekile
nawe usuzwile ngami
wena ubona kunjani makunje
uyazi ngiyakukhathaza ng_nt_mbi zami
noma kwenzakalani skeem sami
uyistofu sami samalahle
kukho konke beng’funa wena dali
kutheni udlala ka soo
kukho konke beng’funa wena dali
kutheni ungenza kanje

كلمات أغنية عشوائية

كلمات الأغاني الشهيرة

Loading...