
mpumi - izulu
[chorus 1]
ngike ngalibona izulu
ngike ngalibona izulu
ngilibona ngalibamba ngesandla sami
ngike ngalibona izulu
ngike ngalibona izulu
ngilibona ngalibamba ngesandla sami
[verse 1]
ukufa nokuphila kulele olimini
ngihleli nje ngibala amagama akho
ngihleli nje ngibala amagama akho
ukufa nokuphila kulele olimini
ngihleli nje ngibala amagama akho
ngihleli nje ngibala amagama akho
[chorus 2]
ngike ngalibona izulu, nezithembiso zakho
bengizokwakha umuzi nawe, bengizimisele
ngike ngalibona izulu, nezithembiso zakho
bengizokwakha umuzi nawe, bengizimisele
[verse 2]
dali nguwe lo nguwe lo
dali nguwe lo nguwe lo
ongincisha impilo ngesandla sakho
dali nguwe lo nguwe lo
dali nguwe lo nguwe lo
ongincisha impilo ngesandla sakho
[bridge]
isethembiso sakho kimi
besisihle besisihle
w-ngipha w-ngiphatha ngesandla
w-ngiba w-ngibamba ngesandla
wathi baby yabona la ngiyayifaka indandatho
[chorus 1]
ngike ngalibona izulu (izulu lami)
ngike ngalibona izulu (nesethembiso sakho)
ngalibona ngalibamba ngesandla sami (ngesandla sami)
ngike ngalibona izulu (izulu lami)
ngike ngalibona izulu (nesethembiso)
ngalibona ngalibamba ngesandla sami
[chorus 2]
ngike ngalibona izulu
nezithembiso zakho
bengizokwakha umuzi nawe, bengizimisele
ngike ngalibona izulu
nezithembiso zakho
bengizokwakha umuzi nawe, bengizimisele
bengizimisele bengizimisele bengizimisele
bengizimisele. zulu lami
bengizimisele
[chorus 1]
ngike ngalibona izulu. (bengizokwakha umuzi nawe)
ngike ngalibona izulu. (bengizokwakha umuzi nawe)
ngalibona ngalibamba ngesandla sami (bengizimisele)
ngike ngalibona izulu
ngike ngalibona izulu. (hey, hey, hey!)
ngilibona ngalibamba ngesandla sami. (ngesandla sami)
[outro]
bengizimisele bengizimisele
bengizokwakha umuzi nawe
bengizokwakha umuzi nawe
bengizimisele
كلمات أغنية عشوائية
- jim croce - workin' at the car wash blues
- pussycat dolls - halo
- iggy pop - a machine for loving
- mama mia - our last summer
- lonely island - who said we we're wack
- little boots - hearts collide
- denali gillaspie - the hill
- cobra starship - send my love to the dance floor i'll see you in hell (hey mr. dj)
- kenny loggins - whenever i call you friend
- sheila divine - sideways