
mnqobi nxumalo (gospel) - udumo كلمات أغنية
[intro: mnqobi nxumalo]
ooh, ooh
ooh, ooh
ooh, ooh
ooh, ooh
[verse: mnqobi nxumalo]
ngizokunik’udumo lwakho jesu
ngithi wen’uyingcwele
ngibabaz’igama lakho elihle
akekh’omuny’ofana nawe
[chorus: mnqobi nxumalo]
uyingcwele
uphakeme
uyingcwele baba
uyingcwele
uphakeme
uyingcwele baba
ngizokunika
[verse: choir & mnqobi nxumalo]
ngizokunik’udumo lwakho jesu (ngithi wena)
ngithi wen’uyingcwele (ngibabaz’igama lakho)
ngibabaz’igama lakho elihle (akekh’omuny’ofana)
akekh’omuny’ofana nawe (ngizokunik’udumo)
ngizokunik’udumo lwakho jesu (ngithi wena)
ngithi (ngithi wena)
wen’uyingcwele (uyingcwele, ngibabaz’igama lakho)
ngibabaz’igama lakho (igama lakh’elihle)
elihle (hayi akekho)
akekh’omuny’ (hayi akekho)
ofana nawe (uyingcwele)
[chorus: choir & mnqobi nxumalo]
uyingcwele (uphakeme)
uphakeme (uyingcwele baba)
uyingcwele baba (uyingcwele)
uyingcwele (uphakeme)
uphakeme (uyingcwele baba)
uyingcwele baba (uyingcwele baba, yamkel’udumo lonke)
uyingcwele (lukufanele)
uphakeme (uyingcwele baba)
uyingcwele baba (uyingcwele baba, siphakamis’igama lakho)
uyingcwele (akekh’omuny’ofana nawe)
uphakeme (umile njalo akubo [?])
uyingcwele baba (uyingcwele baba)
[bridge: choir & mnqobi nxumalo]
wonk’amadolo akhothama kuwe
zilimi zonke zikhuleka kuwe
awuqhathaniseki baba
umhlaba wonke ugcwaliswa kuwe
ngamandla akho angenakwehlulwa
awuqhathaniseki, awuqhathaniseki
awuqhathaniseki baba
wonk’amadolo
wonk’amadolo akhothama kuwe
zilimi zonke zikhuleka kuwe (awufaniswa)
awuqhathaniseki baba (umhlaba wonke)
umhlaba wonke ugcwaliswa kuwe (ngamandla akho)
ngamandla akho angenakwehlulwa (uban’ungathama)
awuqhathaniseki baba (awuqhathaniswa baba, wonk’amadolo yakhothama)
wonk’amadolo akhothama kuwe ([?] zonke siyavumela)
zilimi zonke zikhuleka kuwe (ziyababaza ziyakubula)
awuqhathaniseki baba (zivumela mangalis mningi, ooh, umhlaba wonke)
umhlaba wonke ugcwaliswa kuwe (amandla akho)
ngamandla akho angenakwehlulwa (ungakwehlula)
awuqhathaniseki baba (uban’ongathama, wonke amadolo)
wonk’amadolo akhothama kuwe ([?] khuleka kuwe)
zilimi zonke zikhuleka kuwe (uyisimanga ngithi)
awuqhathaniseki baba (kasozabikho [?])
umhlaba wonke ugcwaliswa kuwe (umhlab’ubele [?])
ngamandla akho angenakwehlulwa (ang’nakwehlulwa)
awuqhathaniseki (akekh’omunye)
awuqhathaniseki (kasozabikho)
awuqhathaniseki (oh baba nawe)
awuqhathaniseki (awuqhathaniseki)
awuqhathaniseki (awuqhathaniseki)
awuqhathaniseki (nguban’ungathama)
awuqhathaniseki (nguban’umanika)
awuqhathaniseki (nguban’umuhle njengawe)
awuqhathaniseki (akekho, akekho)
awuqhathaniseki (akekho)
awuqhathaniseki baba (onjengawe baba)
[outro: mnqobi nxumalo]
yebo, yebo
akekh’omunye
yee, oh, ah, yah
akekh’os’ok’afana nawe
sik’nik’udumo ooh_ooh
sik’nik’imbeko ooh_ooh
sik’nik’uthando ooh_ooh
ah, ooh, oh_ah
uyingcwele
uphakeme
uyingcwele baba
ooh, ah
uyingcwele
uphakeme
awuqhathaniseki baba
كلمات أغنية عشوائية
- teresa brewer - bo weevil كلمات أغنية
- terror - one step behind كلمات أغنية
- terry lee hale - control كلمات أغنية
- tennessee ernie ford - the cry of the wild goose كلمات أغنية
- terry macalmon - my god and king كلمات أغنية
- ten years after - johnny b. goode كلمات أغنية
- ten2five - good morning indonesia كلمات أغنية
- damned - dark asteroid كلمات أغنية
- terry hall - happy go lucky كلمات أغنية
- terrorvision - sometimes i'd like to kill her كلمات أغنية