mlindo the vocalist - luselude كلمات الأغنية
[chorus]
luselude, luselude
luselude uhambo lwami
luselude, luselude
luselude uhambo lwami
[post_chorus]
ngikhanyisele lak_mnyama khona
ibamehlo langaboni khona
sivulele lakuvalwe khona
ungasilibali nanini na
[verse 1]
we oledi lami, ng’cel’ ung’thandazele
kulomsebenzi wami, umfana wakho akaphephanga
lana khon’ igebengu, hlezi zing’qolozele
njalo mang’hamb’ endleleni
khon’ abafun’ ukung’bamba
we oledi lami, ng’cel’ ung’thandazele
kulomsebenzi wami, umfana wakho akaphephanga
lana khon’ igеbengu, hlezi zing’qolozelе
njalo mang’hamb’ endleleni
khon’ abafun’ ukung’bamba
[chorus]
luselude, luselude
luselude uhambo lwami
luselude, luselude
luselude uhambo lwami
[post_chorus]
ngikhanyisele lak_mnyama khona
ibamehlo langaboni khona
sivulele lakuvalwe khona
ungasilibali nanini na
[verse 2]
kwak’mele ng’guqe, ng’hlinze, ng’phahle kuze k’lunge izinto zami
ngibabize bonk’ obabamkhulu, ng’shweleze, khanyisani
kwak’mele ng’guqe kuze k’lunge zonk’ izinto ezami
ngibabize bonk’ obabamkhulu, ngeshweleze, khanyisani
inkinga zami az’lingani nami
is’qalekiso somndeni wami s’dealer nami
ng’yashweleza, ng’yashweleza bawo
k’dala sihlupheka, sihlupheka bawo
[chorus]
luselude, luselude
luselude uhambo lwami
luselude, luselude
luselude uhambo lwami
[post_chorus]
ngikhanyisele lak_mnyama khona
ibamehlo langaboni khona
sivulele lakuvalwe khona
ungasilibali nanini na
كلمات أغنية عشوائية
- fever (thailand) - if you want me كلمات الأغنية
- killrhea! - extorted كلمات الأغنية
- zoelyn - white demo 2 كلمات الأغنية
- m7s - ratpi#1 كلمات الأغنية
- иван рейс (ivan reys) - шот (shot) كلمات الأغنية
- medusa (singer) - boy of the yearniverse كلمات الأغنية
- kotiteollisuus - tuoni peiton alla كلمات الأغنية
- gost - head like a hole كلمات الأغنية
- monkey temple nepal - mero mann كلمات الأغنية
- cá hồi hoang - lần thứ hai كلمات الأغنية