
mlindo the vocalist - kuyeza ukukhanya كلمات أغنية
[chorus]
kuyeza ukukhanya
kuzosula izinyembezi kuwena mama
kuyeza ukukhanya
kuzosula izinyembezi kuwena mama
zungakhali ungakhali
ungakhali wena mama
zungakhali ungakhali
ungakhali mama
kuyeza ukukhanya
kuzosula izinyembezi kuwena mama
kuyeza ukukhanya
kuzosula izinyembezi kuwe mama
zungakhali ungakhali
ungakhali wena mama
zungakhali ungakhali
ungakhali wena mama
[verse 1]
eskoleni angipasi
angipasi mina
bathi ngiqalekisiwe mna
ngiyofa nginje
aibo ngeke mina
ngihlale ngilihlazo kowami umzali
aibo ngeke mina
ngihlale ngilihlazo kowami umzali
yho kwanini baba somandla
ublutikana nemithandazo yami
intanga zami ziya phumelela left and right
mina angispani
aibo ngeke mina
ngihlale ngilihlazo kowami umzali
aibo ngeke mina
ngihlale ngilihlazo kowami umzali
[chorus]
kuyeza ukukhanya
kuzosula izinyembezi kuwеna mama
kuyeza ukukhanya
kuzosula izinyembezi kuwеna mama
zungakhali ungakhali
ungakhali wena mama
zungakhali ungakhali
ungakhali wena mama
[verse 2]
ngiyazi awuna themba
themba mina ngedwa
suku hlehlela nyoka
okubi sizokuxosha
ngenelela somandla
uyabona kushubile yeeh
lekelela somandla uyabona kushubile yeye
ngiyazi awuna themba
ah themba mina ngedwa
sokuhlehlela nyoka
okubi sizokuxosha
ngenelela somandla
uyabona kushubile yeeh
lekelela somandla uyabona kushubile woo
[chorus]
kuyeza ukukhanya
kuzosula izinyembezi kuwena mama
kuyeza ukukhanya
kuzosula izinyembezi kuwena mama
zungakhali ungakhali
ungakhali wena mama
zungakhali ungakhali
ungakhali wena mama
كلمات أغنية عشوائية
- sheloveodd - солнце (sun) كلمات أغنية
- tabi - my morning light كلمات أغنية
- kojey radical - beautiful كلمات أغنية
- the peabrains - whistler كلمات أغنية
- doda - pewnie już wiesz كلمات أغنية
- dawid podsiadło - blant كلمات أغنية
- amaurot - aether child كلمات أغنية
- lee chanhyuk (이찬혁) - 장례희망 (funeral hope) كلمات أغنية
- zixxxxxy - плыву (float) كلمات أغنية
- mori briscoe - big steppa كلمات أغنية