mlindo the vocalist - ancestors كلمات الأغنية
[chorus]
ndlu ka senzangakhona vukani, musan’ ukulala
amakhehla ashis’ imphepho emsamu
izangoma zilahla amathambo zibhule
ndiyazazi ndisisoni mna
kodwa baba hai ndicel’ ungandilibali m’na
ndicel’ ungandilibali m’na
[verse 1]
kuyobanini umama ‘ami ehlupheka
kuyabanini abantwana besogola
indlu emnyama iphenduk’ inhlekisa umhlaba wonke
kuyobanini umama ‘ami ehlupheka
kuyabanini abantwana besogola, hai
indlu emnyama iphenduk’ inhlekis’ umhlaba wonke
kanti wena baba uphendula abanjani?
kanti wena baba uphendula abanjani?
umama uyanikela imihla yonke, imithandazo yakhe ayiphenduleki
amadlozi ngibone ngathi wona asilahle wona
andazi noma ubone ekhona, hai
amadlozi ngibone ngathi wona asilahle wona
andazi noma ubone ekhona
[chorus]
nihluka nisenza ngakhona vukani, musan’ ukulala
amakhehla ashis’ imphepho emsamu
izangoma zilahla amathambo zibhule
ndiyazazi ndisisoni mna
kodwa baba hai ndicel’ ungandilibali m’na
ndicel’ ungandilibali m’na
[outro]
yeeee, yeah!
shubebe, shubebe
baba hai siyashweleza
كلمات أغنية عشوائية
- wiwi tu - breaking your own heart كلمات الأغنية
- civila, queno - coke كلمات الأغنية
- money boy - amen كلمات الأغنية
- grizz gang - but i get the guap كلمات الأغنية
- tps - tych parę słów 2 كلمات الأغنية
- a.r. rahman,the pussycat dolls - jai ho! (you are my destiny) كلمات الأغنية
- mgblizz - state of being golden كلمات الأغنية
- mas - atlantis كلمات الأغنية
- kensington - done with it كلمات الأغنية
- ilovemakonnen - want you كلمات الأغنية