meerster rgm - frustration كلمات الأغنية
verse:
baba lonke ithemba
ngilibeka kuwe
kudala ngizama
kodwa ngehlulekile ngingedwa
amandla aphelile
ay, awasekho
empilweni yami
kugcwele inhlupheko
mdali ngibiza wena
ebunzimeni bami
ngikhanyisele indlela
hook:
makunzima, yomelele
umdali uzoyenza indlela
nxa kunyukela, qinisela
umdali uzoyenza indlela
makunzima, yomelele
umdali uzoyenza indlela
nxa kunyukela, qinisela
umdali uzoyenza indlela
verse:
ukuphuma kwеlanga
kusho ukukhanya komhlaba
vuka, vuka ngane
yomuntu omnyama
kudala siphuma, siphanda
sithi siyozama imali
vuka, vuka ngane
yomuntu omnyama
hook:
makunzima, yomelеle
umdali uzoyenza indlela
nxa kunyukela, qinisela
umdali uzoyenza indlela
makunzima, yomelele
umdali uzoyenza indlela
nxa kunyukela, qinisela
umdali uzoyenza indlela
كلمات أغنية عشوائية
- blackwave. - lava كلمات الأغنية
- tsxsn - old us (memories) كلمات الأغنية
- autobuss debesīs - it will come back كلمات الأغنية
- balthrop, alabama - world of snow كلمات الأغنية
- sister sin - i'm not you كلمات الأغنية
- steve horelick - i don't need words كلمات الأغنية
- sonny boy williamson - sonny boy's cold chills كلمات الأغنية
- david elias - waiting for w. كلمات الأغنية
- propain - switchblade knife كلمات الأغنية
- renato zero - immunità كلمات الأغنية