mawhoo - ngilimele كلمات الأغنية
lye, hhi
lye, nhi
yeye
lyeye, eh lye, eh
lye, eh, eh, eh, eh ayi, yeh, iye
ngoba ukwehla kwezinyembezi
ukuxola kwenhliziyo
uguge phansi ngedolo, ukuphola kwenhliziyo
ngoba ukwehla kwezinyembezi
ukuxola kwenhliziyo
kuguqwe phansi ngedolo, ukuphola kwenhliziyo
hhayi ngilimele, kubuhlungu
ngizokhala kuzwe bani na?
mina ngilimele, kubuhlungu
ngizokhala kusabele bani na?
hhayi ngilimele, kubuhlungu
ngizokhala kuzwe bani na?
mina ngilimеle, kubuhlungu
ngizokhala kusabele bani na?
umm, ngiyazi ulimеle sthandwa sami
kungenxa yami
mina ngivuma iphutha ngelami
bengenza kancono
umm, woh, sthandwa sami ayihlale phansi ibamb’umthetho sthandwa sami mina ngivuma iphutha ngelami futhi bengenza kancono hhayi, ngilimele (ngilimele) kubuhlungu (kubuhlungu) ngizokhala kuzwe bani na?
(ngoba ngikhona njena)
mina ngilimele (wena ulimele)
kubuhlungu (kubuhlungu)
ngizokhala kusabele bani na? (umm_woh)
hhayi, ngilimele (ulimele)
kubuhlungu (futhi kubuhlungu)
ngizokhala kuzwe bani na? (sengiyezwa wee)
mina ngilimele (wena ulimele)
kubuhlungu (kubuhlungu)
ngizokhala kusabele bani na?
ngoba ukwehla kwezinyembezi (woh)
ukuxola kwenhliziyo (hhayi, yeh)
uguge phansi ngedolo, ukuphola kwenhliziyo (hhayi, yeh)
hhayi ngilimele, kubuhlungu (iyoh)
ngizokhala kuzwe bani na? (hhayi, yeh)
mina ngilimele, kubuhlungu (hhayi, yeh)
ngizokhala kusabele na?
كلمات أغنية عشوائية
- erin kinsey - different us 2.15.23 كلمات الأغنية
- bảo anh - cô ấy của anh ấy كلمات الأغنية
- the subconscious - porcelain كلمات الأغنية
- joshuasageart - app كلمات الأغنية
- juust romeo - what you need كلمات الأغنية
- $eventh1nl1fe - дропы/с.т.к. (drops/d.y.s.) كلمات الأغنية
- willboyani - rockstar كلمات الأغنية
- youngpreem - soros كلمات الأغنية
- freshy! (uruguay) - déjalo, suéltalo! كلمات الأغنية
- lil rell - catch me slidin كلمات الأغنية