kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

mashudu - shlobo sam كلمات أغنية

Loading...

aw’ shlobo zami
kanini ngikhale indaba yokuwa nok’vula weh nhliziyo yam’
liyoze ing’fanela ku’dala
liyoze uk’bona thando ok’funa

aw’ shlobo zami
kanini ngikhale indaba yokuwa nok’vula weh nhliziyo yam’
liyoze ning’fanela ku’dala
liyoze uk’bona thando ok’funa

fun’ uk’buyela, yela
yela othandweni lwami
(lwase mandulo)
(lwase mandulo)

fun’ uk’buyela, yela
yela ebuncaneni lwami
(bengim’sula)
(bengim’sula)

lapho bes’dlala umama no baba
maw’umthanda uthumela incwadi
bewusaba nok_mqabula
haibo nok_mqabula

lapho bes’dlala umama no baba
maw’umthanda uthumela incwadi
bewusaba nok_mqabula
haibo nok_mqabula
weh sana lami
lalela nay’ indaba
seng’ ngingaqoma kodwa mina angineliseki
ukuthanda umuntu kwaqala ngawe
ukuthanda umuntu kwaqala ngawe

mangithi ngabuya kuwe dali
ngab’uzongifuna nami dali
mangithi ngabuya kuwe dali
ngab’uzongifuna nami dali

ukuthanda umuntu kwaqala ngawe
ukuthanda umuntu kwaqala ngawe
ukuthanda umuntu kwaqala ngawe
ukuthanda umuntu kwaqala ngawe

mangithi ngabuya kuwе dali
ngab’uzongifuna nami dali
mangithi ngabuya kuwe dali
ngab’uzongifuna nami dali

fun’ uk’buyela, yela
yеla othandweni lwami
(lwase mandulo)
(lwase mandulo)
fun’ uk’buyela, yela
yela ebuncaneni lwami
(bengim’sula)
(bengim’sula)

mangithi ngabuya kuwe dali
ngab’uzongifuna nami dali
mangithi ngabuya kuwe dali
ngab’uzongifuna nami dali

كلمات أغنية عشوائية

كلمات الأغنية الشائعة حالياً

Loading...