lyndani - inkululeko كلمات الأغنية
verse 1
kub’ okwamang’amandla ahamb’aphele
ngithi ngiyazama
amandl’aphele
ngithi ngiyaphanta
amandl’aphele
angaz’ isimo sojikwa ntoni na
ngiyahamb’emaweni
ngizula ngifun’umcebo
ngicingacinga, ngicinga lutho…
chorus
ngihamb’emaweni bo
ngidudl’izintaba
ngifuna le golide
ngifun’ inkululeko
ngifun’ inkululeko
ngimba le golide bo
verse 2
langa limbe loze line nangakithi
ntaba dilika
ngifinyelele ngakithi
langa limbe loze line nangakithi
noma kunjani
impumelel’ iyozifike
bridge
nyaw’ awunampumulo
uhamb’okungenamkhawulo
wee! nkululeko sohamba soze sifike
nyaw’ awunampumulo
uhamb’okungenamkhawulo
wee! nkululeko sohamba soze sifike
chorus
ngihamb’emaweni bo
ngidudl’izintaba
ngifuna le golide
ngifun’ inkululeko
ngifun’ inkululeko
ngimba le golide bo
كلمات أغنية عشوائية
- savoia music - you are my great love كلمات الأغنية
- young stoney & rovina - ei mo ai lei كلمات الأغنية
- lay bankz - rude gal كلمات الأغنية
- galeria incerteza - fragile كلمات الأغنية
- droyd & the colleagues - strange things (sped up) كلمات الأغنية
- oha & lazy - giulia كلمات الأغنية
- liveandlove - cardinal كلمات الأغنية
- al peco - hami كلمات الأغنية
- darcie haven - recover كلمات الأغنية
- ian & gyo - a shame كلمات الأغنية