kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lwah ndlunkulu - ngyathandaza كلمات الأغنية

Loading...

[intro]
hhayi asibangene siya liyona
yeah_yeah, yeah_yeah
yeah_yeah, yeah_yeah

[pre_chorus]
amaphupho ethu awafani
uma kufezeka elakho
ungang’bukeli phansi
nami ngizoba mnandi
uma kufezeka elami
amaphupho ethu awafani
uma kufezeka elakho
ungang’bukeli phansi
nami ngizoba mnandi
uma kufezeka elami

[chorus]
ngiyathandaza njalo
nkosi bheka ngakimi
ngijabulise umzali
ngiyathandaza njalo
nkosi bheka ngakimi
ngijabulise umzali, yeah, ayi
ngiyathandaza njalo (ngiyathandaza njalo)
nkosi bheka ngakimi (bheka ngakimi)
ngijabulise umzali (ngijabulise ubaba nomama)
ngiyathandaza njalo
nkosi bheka ngakimi
ngijabulise umzali, yeah, uuh, yeah
[verse]
noma eng’phelela amandla
amathemba eshabalala
nkosi ngicela impumelelo
ngicela impumelelo
bayosutha le ekhaya
ngoba ak’sikho ukuhlakanipha kwami
iy’thukuthuku zami zigcwele phansi
impumelelo ayandele bani
nkosi ngicela impumelelo
bayosutha le ekhaya

[pre_chorus]
amaphupho ethu awafani
uma kufezeka elakho
ungang’bukeli phansi
nami ngizoba mnandi
uma kufezeka elami

[chorus]
ngiyathandaza njalo
nkosi bheka ngakimi
ngijabulise umzali
ngiyathandaza njalo
nkosi bheka ngakimi
ngijabulise umzali, yeah, ayi
ngiyathandaza njalo (ngiyathandaza njalo)
nkosi bheka ngakimi (bheka ngakimi)
ngijabulise umzali (ngijabulise ubaba nomama)
ngiyathandaza njalo
nkosi bheka ngakimi
ngijabulise umzali, yeah, uuh, yeah
[outro]
yeah_yeah, yeah_yeah
oh, oh_yeah, yeah_yeah
hm, yeah_yeah

كلمات أغنية عشوائية

كلمات الأغاني الشهيرة

Loading...