
lwah ndlunkulu - eyami كلمات أغنية
[intro]
(stallion)
hmh
hah
[refrain]
eyami lendoda, eyami lendoda, eyami lendoda (owami lomuntu)
eyami lendoda, eyami lendoda, eyami lendoda (aweh)
eyami lendoda, eyami lendoda, eyami lendoda (aw’ yeah)
eyami lendoda, eyami lendoda, eyami lendoda
[pre_chorus]
ungichaza may’sethi “sondela, ngiqabule weshukela wami”
ungichaza may’sethi ”sondela, ngiqabule” aw’ sweet my love
may’sethi “sondela, ngiqabule weshukela wami”
ungichaza may’sethi “sondela, ngiqabule” aw’ sweet my love
[chorus]
(iyoh hah) woah
(hah) yeah
(hah) aw’bheke ung’thanda kanjani
(iyoh hah) woah
(hah) aw’
(hah) aw’bheke ung’thanda kanjani
(iyoh hah) woah
(hah) yeah
(hah) aw’bheke ung’thanda kanjani
(iyoh hah) woah
(hah) yeah
(hah) aw’bheke ung’thanda kanjani
(iyoh hah) woah
(hah) yeah
(hah) aw’bheke ung’thanda kanjani
(iyoh hah) woah
(hah) yeah
(hah)
[verse 1]
inkabi ezong’shela angeke ize ing’mele
ngijola nenkabi ephelele
uswahla lensizwa into eyimele
ng_y’qomisa izinsizwa ziphelele
is’qholo san0busho inuka kahle
qhathanzipho lento igqoka kahle
uvele a_balance etsheni
ang’shayel’ ikhwela ngifike ngikhopozela
lensizwa ing’winile
webaba no mama kukhulu ok’zayo
ngiyathemba nivivile
webaba no mama kukhulu ok’zayo
[pre_chorus]
ngiqabule weshukela wami”
ungichaza may’sethi “sondela, ngiqabule” aw’ sweet my love
[chorus]
(iyoh hah) woah
(hah) yeah
(hah) aw’bheke ung’thanda kanjani
(iyoh hah) woah
(hah) aw’
(hah) aw’bheke ung’thanda kanjani
(iyoh hah) woah
(hah) yeah
(hah) aw’bheke ung’thanda kanjani
(iyoh hah) woah
(hah) yeah
(hah) aw’bheke ung’thanda kanjani
(iyoh hah) woah
(hah) yeah
(hah) aw’bheke ung’thanda kanjani
(iyoh hah) woah
(hah) yeah
(hah)
[verse 2]
mina ngijola no swalakahla
ishinga lensizwa inkalakatha
into engafundeki inxakanxaka
ya shela kahle nam’ ngisphalaphala
lenkabi ngiy’thanda kakhulu
ufike eseng’biza ngo ndlunkulu
uthi uzong’thengel’ indlu enkulu
wemkhulu kuzogcwala abazukulu
lenkabi ngiy’thanda kakhulu
dali ngiyakuzwa
ngizophelela kini ngiyafunga
ningabe nisang’shela
uthando ngam’nika lwaphela
[pre_chorus]
ungichaza may’sethi “sondela, ngiqabule weshukela wami”
ungichaza may’sethi “sondela, ngiqabule” aw’ sweet my love
[chorus]
(iyoh hah) woah
(hah) yeah
(hah) aw’bheke ung’thanda kanjani
(iyoh hah) woah
(hah) aw’
(hah) aw’bheke ung’thanda kanjani
(iyoh hah) woah
(hah) yeah
(hah) aw’bheke ung’thanda kanjani
(iyoh hah) woah
(hah) yeah
(hah) aw’bheke ung’thanda kanjani
(iyoh hah) woah
(hah) yeah
(hah) aw’bheke ung’thanda kanjani
(iyoh hah) woah
(hah) yeah
(hah)
[outro]
owami lomuntu
owami lomuntu weh
eyami lendoda
owami lomuntu yeah
كلمات أغنية عشوائية
- justsaya - sweet! كلمات أغنية
- yak, the atlas - penn ave كلمات أغنية
- marumasa - алый рассвет (scarlet dawn) كلمات أغنية
- sobbrs - what's mine is mine كلمات أغنية
- saturday night live - rome song كلمات أغنية
- vl disappear - pray 4 me كلمات أغنية
- lobonabeat! - i get the remix كلمات أغنية
- ms. amarachi - angel in the sky كلمات أغنية
- punch arogunz - nicht mein film كلمات أغنية
- godblesssurfer - hustle hard كلمات أغنية