
lu dlamini - gido كلمات أغنية
[verse 1]
woza lapha ke sixoxe
sikhumbul’ ezakudala
abantu sonke ndawonye
abantu bethandana bonke
belila bephinda bezwana bonk’ abantu
abantu bayazalana
sizaliwe nezingane
amathemb’ esizwe
bazosiqoqela sonke sibe munye
sisho sithi, “thula gidomena”
[chorus]
hlanganisa abantu bakho
hlanganisa
hlananis’ isizwe sakho
hlanganisa abantu bakho
hlananis’ isizwe sakho
gido, gidomena
[verse 2]
buka phela gidomena
bakhulil’ abantu bakho
nabo yimibalabala
yizonhlanga zawo wonk’ umhlaba
asiyek’ ukuxabana sisodwa gidomena
bath’ umhlab’ awuhlangane
bathi thina siwuthingo
oluhle ngemibala yawo
qed’ izimpi, qed’ indlala
yizwe lethu sonke siligade ngawo wonk’ amandla
[chorus]
hlanganisa abantu bakho
hlanganisa
hlananis’ isizwe sakho
hlanganisa abantu bakho
hlananis’ isizwe sakho
gido, gidomena
[verse 3]
gido bon’ isizwe sakho
ama[?] [?] imibala
sibusise sonke
usithande sonke, usilwele sonke
we gido, huwithemba, ungas’lahl’ isizwe
كلمات أغنية عشوائية
- jung jin woo (정진우) - 철부지 rube (romanized) كلمات أغنية
- malaysya giselle - like this كلمات أغنية
- flexo kobain - the sun كلمات أغنية
- молодой затон, og samogon - corvus extreme كلمات أغنية
- and so i watch you from afar - run home (audiotree live version) كلمات أغنية
- nada - la passeggiata كلمات أغنية
- mechina - suffer كلمات أغنية
- grey lenses - cygnus كلمات أغنية
- ar liu fuyang - lalala كلمات أغنية
- shtd. - твой, наивный (yours, naive) كلمات أغنية