
lu dlamini - baba wami كلمات أغنية
[verse 1]
baba ngamukele nginje njenje
ngizamil’ ukuphenduka
ngizamile ngehlulekile mangingedwa
kodwa wena waz’ umphefumlo wam
wena waz’ inhliziyo yam
wena waz’ ikusasa ngam
[chorus]
hayi angikufuni lokuba[?] kimi
angiyifuni lemicabango yam
ngamukele nginje nje nginje
ngizamil’ ukuphenduka
ngiding’ ukuzwa lelo lizwi lakho
lithi ”woza nazo zibomvu”
ungamukele nkosi…
[verse 2]
baba bakhuluma kabi ngam
yilezintw’ engizenzayo
yilezindlel’ engizihambayo
kodwa wena waz’ umphefumlo wam
wena waz’ inhliziyo yam
wena waz’ ikusasa ngam
[chorus]
hayi angikufuni lokuba[?] kimi
angiyifuni lemicabango yam
ngamukele nginje nje nginje
ngizamil’ ukuphenduka
ngiding’ ukuzwa lеlo lizwi lakho
lithi ”woza nazo zibomvu”
ungamukele nkosi yam
hayi lokuba[?] kimi
angiyifuni lemicabango yam
ngamukеle nginje nje nginje
ngizamil’ ukuphenduka
ngiding’ ukuzwa lelo lizwi lakho
lithi ”woza nazo zibomvu”
ungamukele nkosi yam
wee baba wami, wee baba wami
wee baba wami
كلمات أغنية عشوائية
- isaacjewels - fight! كلمات أغنية
- david hugø - how to love other people كلمات أغنية
- intertimensional autisti - siida darteed كلمات أغنية
- john park & jeon mi do - 밤새 서로 미루다 (stay) كلمات أغنية
- hahaha production - acasă de crăciun كلمات أغنية
- nerixnrx - miasto nocą كلمات أغنية
- jadior - /3 كلمات أغنية
- the gloomcatcher - surround كلمات أغنية
- reru music - goodbye ii كلمات أغنية
- pajel - hausbesuch (piano version) كلمات أغنية