
lira (sa) - phakade كلمات أغنية
[verse 1]
nguwen’ obengimcela k_mdali wam
ma ngikhuleka ngingedwa
ngicela uthathe isandla sami
unginik’ uqobo lwakho
[chorus]
kuze kube ngunaphakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanje
kuze kube ingunaphakade
kuze kube ngunaphakade
[verse 2]
sengimtholil’ engizohlala naye
ngakh’ impilo naye ngimthokzise
wena uyintokozo yam
uyisipho esihle empilweni yami
ivulekl’ inhliziyo yami
oh manje sengiholwa nguthando
ngikunika lonke ithemba lam
o akukh’ ukungabaza
ngingowakho ngunaphakade
[chorus]
kuze kube ngunaphakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanjе
kuze kube ingunaphakade
kuzе kube ngunaphakade
ngifun’ ukuba nawe ngoba
[bridge]
ngibonga ngalolu thando onginika lona
ngibonga nangenhlonipho ongibonisa yona
ngibonga nangegama lakho ongipha lona
lona, lona
[chorus]
ngifun’ ukuba nawe phakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanje
kuze kube ingunaphakade
kuze kube ngunaphakade
ngifun’ ukuba nawe phakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanje
kuze kube ingunaphakade
kuze kube ngunaphakade
ngifun’ ukuba nawe phakade
كلمات أغنية عشوائية
- баста (basta) - беги, пацан (run, boy) كلمات أغنية
- lauwe - lonely (marcus layton edit) كلمات أغنية
- yung lemonade - up كلمات أغنية
- sin-frontera - basqany súime / necesito (remix) كلمات أغنية
- unknown brain - forget you كلمات أغنية
- 정아로 (jeong aro) - 안아줘 (hug me) كلمات أغنية
- kiranova - inside of my head كلمات أغنية
- jugo ürdens & yugo - babylon كلمات أغنية
- ecko - que digan lo que quieran كلمات أغنية
- belle and sebastian - little lou, ugly jack, prophet john (live) كلمات أغنية