kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lcg – cancer كلمات اغاني

Loading...

ngafa ink-mbulo, sekuze kpheliminyaka, mina ngingabona nga umama
ungmoshile, unghluphile
kube ngyakwazi ukuphindisela
ngabe sekdala bakswela
wathatha yonke i njabulo yami
w-ngshiya ngedwa ngingasenamzali
ubaba wami yena angmazi, kodwa umama w-ngikhulisa yedwa kazi ngzosala n-bani
bathi angthule ngingakhali kodwa
angeke, bengiphilela yena
bengifuna uk-mphatha kahle
ajabulise inhliziyo

bengiphilela yena, bengduduzwa uyena
yamthathi i cancer, manje sengyamswela empilweni yami
bengiphilela yena, bengduduzwa uyena
benginethemba, ngzophumela usenami ngyakukhumbula

iskhathi sonke, uhlale ugula
ngikvakashele esbhedlela, kthina i chemo izokhlenga na
bona babeqamba amanga
banginika ithemba
kanti uzongshiya, ngzosala ngedwa na
wathatha yonke i njabulo yami
w-ngshiya ngedwa ngingasenamzali
ubaba wami yena angmazi, kodwa umama w-ngikhulisa yedwa kazi ngzosala n-bani
bathi sizodlula leskhathi kodwa
angeke, bengiphilela yena
bengifuna uk-mphatha kahle
ajabulise inhliziyo

bengiphilela yena, bengduduzwa uyena
yamthathi i cancer, manje sengyamswela empilweni yami
bengiphilela yena, bengduduzwa uyena
benginethemba, ngzophumela usenami ngyakukhumbula
bengiphilela yena, bengduduzwa uyena
yamthathi i cancer, manje sengyamswela empilweni yami
bengiphilela yena, bengduduzwa uyena
benginethemba, ngzophumela usenami ngyakukhumbula

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...