kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lawd gee - amanxeba كلمات أغنية

Loading...

[intro]
oh, oooh, oh (dr. vandal)
ungithoba amanxeba, oh

[pre_chorus]
ngoba uthando aluboni
nabangidlalile angibasoli
asiza ay’veza amaxoki
kimi sekufike ingelosi
yaz’ angiwakhumbul’ ama_ex ami wedali
since kwafika wena empilweni yami
ngikhumbula ngikuthola
beqed’ ukungidlala
ngakunika inhliziyo yami wayithoba dali

[chorus]
ungithoba amanxeba (amanxeba)
amanxeba (amanxeba)
ungithoba amanxeba udali (amanxeba, dali)
ungithoba amanxeba (amanxeba)
amanxeba (amanxeba)
ungithoba amanxeba udali (amanxeba, dali)

[post_chorus]
yaz’ angiwakhumbul’ ama_ex ami wedali
since kwafika wena empilweni yami
yaz’ angiwakhumbul’ ama_ex ami wedali
since kwafika wena empilweni yami
[verse 1]
bathi la kuhlala khona
uthando kunemfudumalo
la kuhlala khona
amanga kuhlala kunenxabano
yikho wathi uma ungidlala mina
ngay’khethela ukuvaya
ngaqal’ ukucinga omunye
ngidlala i_finder_finder
ngaze ngamuthola
owatotosa eyami inhliziyo
ngakhonga kwakikizwa
kushaywa amaviyo
mina lo_owami ng’yam_th_nda
mina lo_owami ng’yam_th_tha
ngifuna uphithize
emagcekeni nomama
ethi uma epheka wena
ube ushanela ibala

[pre_chorus]
ngoba uthando aluboni
nabangidlalile angibasoli
asiza ay’veza amaxoki
kimi sekufike ingelosi
yaz’ angiwakhumbul’ ama_ex ami wedali
since kwafika wena empilweni yami
ngikhumbula ngikuthola
beqed’ ukungidlala
ngakunika inhliziyo yami wayithoba dali
[chorus]
ungithoba amanxeba (amanxeba)
amanxeba (amanxeba)
ungithoba amanxeba udali (amanxeba, dali)
ungithoba amanxeba (amanxeba)
amanxeba (amanxeba)
ungithoba amanxeba udali (amanxeba, dali)

[post_chorus]
yaz’ angiwakhumbul’ ama_ex ami wedali
since kwafika wena empilweni yami
yaz’ angiwakhumbul’ ama_ex ami wedali
since kwafika wena empilweni yami

[outro]
ungithoba amanxeba (amanxeba)
amanxeba (amanxeba)
ungithoba amanxeba udali (amanxeba, dali)
ungithoba amanxeba (amanxeba)
amanxeba (amanxeba)
ungithoba amanxeba udali (amanxeba, dali)

كلمات أغنية عشوائية

كلمات الأغنية الشائعة حالياً

Loading...