
kwesta - khethile khethile كلمات أغنية
[intro: thee legacy]
grrrriii
awu baba wabanta bam’
baba wezingane zam’
aw wena wee, ngyakthanda mina
[pre-hook: kwesta & thee legacy]
bangicelela kazungu (helele)
bak’cela kakhumalo (helele)
bangicelela kazungu (helele)
bakucela nakashandu (helele)
bakucela ngoba isiko (helele)
benzela umfanana (helele)
ng-yicelela ke mina (helele)
ng-yikhethela wena (helele)
[hook: kwesta, makwa & thee legacy]
khethile khethile, ungowami (helele)
khethile khethile, ungowami (helele)
khethile khethile (helele)
khethile khethile (helele)
khethile khethile (helele)
khethile khethile (helele)
[verse 1: kwesta]
(ay wena)
ay phela ngikwazi kahle
ntombazane ndini ngik’thanda ngize
ngidlule abangakini, ngak’thanda zibekwa
ngik’khetha nango kiss, ngak’thandazela
ngicela inkosi ufike
wancika wathi gci
ngak’cika wathi mncwi
zacisha iybani cwi
ay kanti ke angigcini
nga switch(a) wathi tsi
ngiyathemba uyabona ukuthi angizanga ngok’ningi
ngiziphathele nje isbongo
[bridge: kwesta & thee legacy]
angifuni omunye umuntu
aw ngibona wena wedwa
liyofika lolo suku, ngizokulobola wena baby
ugqame okwe nkanyezi, ukhanya okwelanga (khethile khethile)
otshela nomalume ngistholile isthandwa sam’
[pre-hook: kwesta & thee legacy]
bangicelela kazungu (helele)
bak’cela kakhumalo (helele)
bangicelela kazungu (helele)
bakucela nakashandu (helele)
bakucela ngoba isiko (helele)
benzela umfanana (helele)
ng-yicelela ke mina (helele)
ng-yikhethela wena (helele)
[hook: kwesta, makwa & thee legacy]
khethile khethile, ungowami (helele)
khethile khethile, ungowami (helele)
khethile khethile (helele)
khethile khethile (helele)
khethile khethile (helele)
khethile khethile (helele)
[verse 2: kwesta]
lilizela ke gogo, musa ukukhala wemama
busiseka ngelosi, inkosi ikwazi ngegama
ngibonga uma owak’zala
ngibonga ubaba owakondla
ngibonga namandla akho, kulezinto esayinqoba
buka phela we sis’, ngifuna plenty of kids
so shumayela mfundisi, ngizovula i-vail ngim-kiss(e)
asikaqedi my love, nalendawo asikayazi
kodwa ke sobonisana wena mavilakazi
[pre-hook: kwesta & thee legacy]
bangicelela kazungu (helele)
bak’cela kakhumalo (helele)
bangicelela kazungu (helele)
bakucela nakashandu (helele)
bakucela ngoba isiko (helele)
benzela umfanana (helele)
ng-yicelela ke mina (helele)
ng-yikhethela wena (helele)
[hook: kwesta, makwa & thee legacy]
khethile khethile, ungowami (helele)
khethile khethile, ungowami (helele)
khethile khethile (helele)
khethile khethile (helele)
khethile khethile (helele)
khethile khethile (helele)
[verse 3: kwesta & thee legacy]
dali wami, sthandwa sami
lovey wami, bambo lwami
ungowami, ngingowakho
woza baby, woza baby
dali wami, sthandwa sami
lovey wami, bambo lwami
ungowami, ngingowakho
woza baby, woza baby
dali wami, sthandwa sami
lovey wami, bambo lwami
ungowami, ngingowakho
woza baby, woza baby
dali wami, sthandwa sami
lovey wami, bambo lwami
ungowami, ngingowakho
woza baby, woza baby
[outro]
vilakazi
mhlwehlwe odume njengezulu
siyabonga
كلمات أغنية عشوائية
- she him - this is not a test كلمات أغنية
- erykah badu - the grind كلمات أغنية
- counting crows - hanging tree كلمات أغنية
- danity kane - strip tease كلمات أغنية
- hillsong united - point of difference كلمات أغنية
- nick cave the bad seeds - dig!!! lazarus dig!!! كلمات أغنية
- millencolin - come on كلمات أغنية
- anti - flag - tar and sagebrush كلمات أغنية
- imogen heap - not now but soon كلمات أغنية
- millencolin - vicious circle كلمات أغنية