kraizie - thumela كلمات الأغنية
[intro: s’villa]
(ubothumel’ ekhaya)
(ubothumel’, thumela, thumela)
(ambitiouz)
[chorus: s’villa]
ubothumel’ ekhaya, ekhaya bakulindile woah
ubothumel’ ekhaya, thumel’ ekhaya bakulindile woah
mdali ngicel’ ungiphe amandla, ngicel’ ungiphe amandla
ngithumel’ imali ekhaya, ngicel’ ungiphe amandla
ngicel’ ungiphe amandla, ngicel’ ungiphe amandla
bathembele kimi ekhaya, ngicel’ ungiphe amandla
[verse 1: kraizie]
baba ngicel’ ungipha amandla
k’dala ngiphusha ngizama
ngehla ng’nyuka ngiphanda
phela ngicel’ ukukhanya
i_oledi liyakhala lifuna izaka
ngicel’ i_power, ngicel’ impilo, ngicel’ izaka
nasekhaya abasangazi bafunga mina
abantwana bami nabo babhеke mina
no one elsе phela yimi i_bread winner
born winner kulempilo buka mina wena qina
[chorus: s’villa]
ubothumel’ ekhaya, ekhaya bakulindile woah
ubothumel’ ekhaya, thumel’ ekhaya bakulindile woah
mdali ngicel’ ungiphe amandla, ngicel’ ungiphe amandla
ngithumel’ imali ekhaya, ngicel’ ungiphe amandla
ngicel’ ungiphe amandla, ngicel’ ungiphe amandla
bathembele kimi ekhaya, ngicel’ ungiphe amandla
ubothumel’ ekhaya, ekhaya bakulindile woah
ubothumel’ ekhaya, thumel’ ekhaya bakulindile woah
[verse 2: snymaan]
ndithandazela imihlola
ndicel’ uyehova andiphe amandla wokuthumel’ imali ekhaya
abehli ubuthongo, ndiphethwe zinhloni
andikwazi nokufona yazi badlani ekhaya
bathembele k_m’ ekhaya, nziva ndifuna ukukhala
isililo sabantwana sithunuka izilonda
mdali ndicel’ undiphe amandla, ndicel’ undiphe amandla
ndithumele imali ekhaya, ndicel’ undiphe amandla
[chorus: s’villa]
ubothumel’ ekhaya, ekhaya bakulindile woah
ubothumel’ ekhaya, thumel’ ekhaya bakulindile woah
mdali ngicel’ ungiphe amandla, ngicel’ ungiphe amandla
ngithumel’ imali ekhaya, ngicel’ ungiphe amandla
ngicel’ ungiphe amandla, ngicel’ ungiphe amandla
bathembele kimi ekhaya, ngicel’ ungiphe amandla
ubothumel’ ekhaya, ekhaya bakulindile woah
ubothumel’ ekhaya, thumel’ ekhaya bakulindile woah
mdali ngicel’ ungiphe amandla, ngicel’ ungiphe amandla
ngithumel’ imali ekhaya, ngicel’ ungiphe amandla
ngicel’ ungiphe amandla, ngicel’ ungiphe amandla
bathembele kimi ekhaya, ngicel’ ungiphe amandla
[bridge: snymaan, kraizie]
bathembele k_m’ ekhaya, nziva ndifuna ukukhala
isililo sabantwana sithunuka izilonda
mdali ndicel’ undiphe amandla, ndicel’ undiphe amandla
ndithumele imali ekhaya, ndicel’ undiphe amandla
amandla wami mdali ngicela kuwe (amandla, amandla, amandla)
oh amandla wami mdali ngicela kuwe, ah
[outro: s’villa]
ubothumel’ ekhaya, ekhaya bakulindile woah
ubothumel’ ekhaya, thumel’ ekhaya bakulindile woah
كلمات أغنية عشوائية
- hereza - rak n'roll كلمات الأغنية
- spyr (astoi) - h γλώσσα mου δεμένη كلمات الأغنية
- teyy - major كلمات الأغنية
- logic - no chorus كلمات الأغنية
- prod. killa r.s - always by your side كلمات الأغنية
- maxime gervais - la voyageuse كلمات الأغنية
- t. shan (us) - pheromone كلمات الأغنية
- kevin (j.y. bark) - kevin (j.y. bark) "when we disco (duet with 선미) كلمات الأغنية
- ken hensley - it's up to you كلمات الأغنية
- talent - playing games كلمات الأغنية