kiezzy - ngingakfela كلمات الأغنية
[intro: cya_t]
o-weeeelll
hehehe . .
ye e eyy yee..
yee ey yeee (mhhm mhm hmm)
[chorus: cya_t]
ngingak’fela wena
ngingak’mela wena (eeeyy ehhee)
angesabi ukufa
ngingak’fela wena
ngingak’mela wena, angesabi lutho
angesabi ukufa
ngingak’fela wena
ngingak’mela wena, angesabi lutho ohooo
[verse 1: kiezzy]
phuma langa sikothe
ubuhle bentokazi vele ekhanya bha!
phuma langa ubakhothe
ubuhle obundlula ikwekwezi ekhanya bha
ukiezzy ungamthemba, angak-mela
ku-easy, empini ngingakulwela
uthando lwakho liyangenza, lingithatha lana lingibeke phezulu-ah!
kwasha amadamu anamanzi, kwatlhuwa nanzo ah vele inhlanzi (ah)
ngawe ngingashaya naphansi
yebo baby, mina ngifunga abaphansi
ukuthola wena vele yinhlanhla
kahlekahle baby this is a blessing
angel engana maphiko
umntwana omuhle vele ongaphaphiko
[chorus: cya_t]
ngingak’fela wena
ngingak’mela wena
angesabi ukufa
ngingak’fela wena
ngingak’mela wena, angesabi lutho
angesabi ukufa
ngingak’fela wena
ngingak’mela wena, angesabi lutho ohooo
[verse 2: ben le poeto]
mina ngak’shela wena
wena weza kwami w-ngiwashela wena
wena emlilweni ovutha ngamalangabi mina ngingak’shela wena
wena you taking my breath away, ngawe ngiyaz’fela mina
ngithembe, lento engiy’shoyo ngiyay’meaner
mina, thatha nalu uthandwo lwami
wena ulubambo lwami
ethandweni lwethu ngizobambelela
noma ungang’dukisa endleleni, mina ngizokulandelela
pho kwakuyini ukuhamba endleleni engalungile nomuntu olungile?
mina noma bangangihleka bathi ungidlisile
ngizobahleka nami, ngibatshele ukuthi kuncono kunok’lala ngendlala
[chorus: cya_t]
ngingak’fela wena
ngingak’mela wena
angesabi ukufa
ngingak’fela wena
ngingak’mela wena, angesabi lutho
angesabi ukufa
ngingak’fela wena
ngingak’mela wena, angesabi lutho ohooo
كلمات أغنية عشوائية
- spens - a dali e taka كلمات الأغنية
- mother suo - wasteworld king كلمات الأغنية
- david bowie - let's dance (live, glastonbury, 2000) كلمات الأغنية
- tasty t - moto moto كلمات الأغنية
- mădălina pavăl - duilala كلمات الأغنية
- pablo y las letras - simulacro كلمات الأغنية
- mac backwardz - embers كلمات الأغنية
- montrae - dino nuggets كلمات الأغنية
- the secret chord - the moon كلمات الأغنية
- cryptopsy - in abeyance كلمات الأغنية